Nina beMbube enamandla ake sibheke ukudla noma izitshalo zasemasimini.Ziningi izilimo ezitshalwa emasimini , iningi lazo zitshalelwe ukudliwa njengokudla kwamihla yonke. Kanti zikhona nokho ezitshalelwa umsebenzi owehlukile , njengokuphisa utshwala . Okunye esingakuphawula wukuthi zikhona izitshalo ... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa onyakeni ... qhubeka ufunde »
ISilo sakwaKhethomthandayo , iSilo uBhekuzulu Cyprian Nyangayezizwe ka Solomon ka Dinuzulu kuthiwa sazalwa mhlaka zizine{4} kuNcwaba 1924 , sakhothama mhlaka 17 kuMandulo 1968, sakhothama sineminyaka engamashumi amane nane{44}. Ibutho laso kwabe kunguManukelana {INgangakazane eyanukela iziz... qhubeka ufunde »
Nina beSilo ake sibheke izilwane zaseNdle ezidla ezinye izilwane , phecelezi ama-Carnivores. Sizoqala ngalezi ezibizwa ngama-Kati \oMangove baseNdle, phecelezi Wild Cats. Lezi zilwane zibandakanya amaBhubesi , iziNgwe, iziNgulule, ama-Thayiga njalo njalo. Iningi zazo ziyakwazi nokukhwela emth... qhubeka ufunde »
Nina beNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi ! UMudli wenguyazana eyedwa kwaNolele! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba abeSilo basaphila kungumhla wamashumi amabili kuNdasa onyakeni ka2023 . Cha... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoManzamhlophe Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UGawu bazawuliluba bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade kuwumhla wamashumi amabili kuNdasa onyakeni ka 2023.Ngethemba nisaphila nina beNgwazi,cha t... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi uNonyannda uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo , uVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! IHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladl’uPiti kwabaseMgungundlovu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade ngomhla weshumi nesishi... qhubeka ufunde »
Nina abeNdaba engiyizwe ngiphesheya , bathi nakwaMalandela izwe limangqephungqephu! ISikhukhulane sikaNdaba esikhukhule oMame sabetshatha , saye sayobalahla ezinkwazini zoThukela! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , ngethemba basaphila bonke abeZulu eliphezulu kungumhla we shumi nesis... qhubeka ufunde »
Nina abe”Mbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjenge kaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe”! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha , thina s... qhubeka ufunde »