Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMhlala (Strychnos spinosa)

Incazelo ngoMhlala  (Strychnos spinosa)  Nina bakaMakhalimakhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela.UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyaDambuza ka Ntombela !Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuzo zonke izindawo lapho inkanise khona kuwu mhla weshumi nanye kuNdasa onyakeni ka 2023.Cha, thina sisaphila eNdinaneni.Lo muthi eniwubona esithombeni esingezansi kuthiwa ‘uMhlala\uMhlali’ngesiZulu. NgesiBhunu kuthiwa yiDoringklapper. NgesiNgisi kuthiwa Monkey orange, noma Spiny monkey orange, Natal orange, noma Green monkey orang... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoNyawothi \uNyaluthi \Nyalothi\Manna\ Leotsa\Pearl Millet.

Nina abakaNyawothi omnyama uNofukuthwayo , iNdlovu yakoDelwase abayihlabe ngenjongolo bayibangela abanxeba okuluphala! USongobese wamakhanda inkomo yanganene iyakuthengana nayiphi na enenekazi ? Iyakuthengana noMbangambi woVuma eMashobeni!Ngiyayibingelela iNgabade enhla nasezansi kuwu mhla weshumi k... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeDolo le Nkonyane \Rumex lanceolatus\Potaka leleme:

Incazelo ngeDolo le Nkonyane \Rumex lanceolatus\Potaka leleme: Nina abaSihlangu simagqabha sinamanxeba uZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu. UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana , iNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgadade , ngethemba ba... qhubeka ufunde »

Izihlahla okungafaneke zitshalwe ekhaya:

Izihlahla ezingatshalwa ekhaya:   Nina abeNkonyan’encane ka Ndaba edid’imibala , uSihlangu simagqabha sinamanxeba! Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu eliphezulu. Ziningi izinkolelo esizweni esinsundu, ezinye zalezo zinkolelo “izihlahla okungafanele zitshalwe ekhaya, noma ezingafunek... qhubeka ufunde »

Izithakazelo, kweleNgabade jikelele:

Izithakazelo, kweleNgabade jikelele: Wena weSilo nazi zezinye zezithakazelo zezibongo ezitholakala lapha KwaZulu -Natal , nakwezinye izingxenye zezwe. Ake ucoshe nawe . Izithakazelo : Bhembe – {Mashinini, Guliwe, Ntozimandla} Bhengani- {Singo, Nyambawu} Bhengu –{ Ngcolosi, Shongololo, Dlabazane,... qhubeka ufunde »

Incazelo ngentelezi uGebeleweni \Phipsalis baccifera :

Incazelo ngentelezi uGebeleweni \Phipsalis baccifera : Nina beNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila bonke abeZulu eliphezulu. Cha, sisaphila thina eMa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNyamazane iMpofu\Eland

Incazelo ngeNyamazane iMpofu\Eland   Nina beSilo sakithi kwaNodwengu. UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni. NgeyawoNdlela ka Sompisi ngeyawoDambuza ka Ntombela! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! Ngiyayibingelela i... qhubeka ufunde »

Incazelo ngomuthi uMsilawengwe\iMfuzane \Kerrieblom\Gnidia capitata\Setele\Kgosi ya ditlhare:

Incazelo ngomuthi uMsilawengwe\iMfuzane \Kerrieblom\Gnidia capitata\Setele\Kgosi ya ditlhare: Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibala izinyembezi! UMudli wenguyazana eyedwa kwaNolele! UMagwaza ayiqhube ayise eKhayakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »

Incazelo ngentelezi uMvuthuza\Cathederal bells\Never die\ Leaf of life.

Incazelo ngentelezi uMvuthuza\Cathederal bells\Never die\ Leaf of life. Nina bakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo!  IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! #NguVezi lowo! Enh... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMyezane womfula (uNongameliziziba\Willow tree)

Incazelo ngoMyezane womfula (uNongameliziziba,Willow tree) Nina bakaSigquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya.INdudumo yakithi eMgungundlovu uMashikizela ashiye impi yakhe.UVezi kofa abantu kuyosala izibongo yizona eziyosala zibadabula,yizona eziyosala zibalilela emanxiweni.Enhla nas... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!