Abantu bakwaChauke bayisizwe esikhulu esitholakala kakhulu eMozambikwe nokuyilapho ubukhosi baso busazinze khona . Laba bantu bakwaChauke babuye batholakale eNingizimu Afrika koGiyane,Tzaneen ,Thulamahashe koThoyando nakwezinye izindawo . Lesi sibuye sitholakale nasezweni laseZimbabwe koKezi ,koChip... qhubeka ufunde »
U-Mtotobi ka Nkumba Mabaso wabe engenye yeziNduna zeSilo u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo. WayeyiNduna yomuzi waseMncwazini , iButho elaliqaphe lowo muzi lalibizwa ngokuthi uMncwazi. Abantu bakwaMabaso bayiNdlunkulu yaMaNtungwa , u-Mabaso okwaqambeka ngaye isibongo wayenguMnewabo kaKhumalo ka Mntung... qhubeka ufunde »
“UMafukula owafukula kwakhwabitha iNkosi! UGwagwa liyagwagwa umbane wezulu! Wena owaciba ngomkhonto kwaphepha iNkosi yabeNtungwa “ Lezi izihasho zikaMhabahaba indodana kaZama kaBebesi wakwaMkhwanazi, namuhla waziwa kakhulu ngelikaMhabahaba ka Nkwali . UMhabahaba wayengelinye lamaqhawe kaMzilikaz... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaNyandeni Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo.UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana,engumnewabo Mzilikazi,Nzeni,Ntshembeni nabanye.Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe uNy... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi oSuthu uSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! #ISilo uDinuzulu leso iSilo sakithi oSuthu.Ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo ake sibheke umlando weQhawe lakwaMkhwanazi uPhalane ka Mdinwa . UPhalane ka Mdinwa: UPhalane ka M... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini abengoma! UTeku lwabafazi bakwaNomgabhi betekula behlezi eMlovini bethi uShaka akayikubusa akayikuba nkosi! #ISilo uShaka leso ! ISilo sakithi KwaDukuza! Nina beSilo ake sibheke izibongo zeS... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo Nina abeLanga eliphandle elinye ngemisebe ngoba liphandle elaseMthandeni . UGasane luka Ndaba olugasele uPhungashe wakwaButhelezi , lwagasela uSondaba woMthanda ehlez’eBandla.ISilo uShaka leso .ISilo sakithi KwaDukuza .Enhla nasezansi ngethemba basaphila ... qhubeka ufunde »
ISilo sakwaDukuza, uShaka ka Senzangakhona Nina beSilo ake sibheke ukwelamana kweZilo zakwaZulu. Lo Mdwebo eniwubonayo ngoweSilo uShaka ka Senzangakhona. ISilo uShaka yisona esakha uZulu , kuthiwa sawakha kusukela ngowe 1816Â kuya ku1828. ISilo uShaka sahlala eSihlalweni soBukhosi ngo1816 ngemuva k... qhubeka ufunde »
Ke Mokwena Moila Lehlaka Moroka a Meetse a Pula. Ke motho wa Sehlaga sa Mamashiane Sehlaga se agelwa Kwena. Ke motho wa go itukisetsa go Hlaba Wa Marapo a bo Mmashiko. Ke motho wa go aga Ntlo ka Bodutu. Ke motho wa bo Mamphe ke go fe, wa bo Mantime ke go time. Ke Kwena ke yo Mosehla ka Mmala ... qhubeka ufunde »