Imvelaphi yabantu bakwaNzimande iseSwazini .Laba bantu bakwaNzimande bangaBambo Nguni ngokwezigaba zabaNguni. AbakwaNzimande baphuma ebukhosini baseSwazini, baphuma kuNdzimandze owabe engenye yamadodana enkosi uDlamini, elamana noNkosi owabe eyinkosana futhi okunguyena owalandela inkosi uDlamini esi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMdletshe Abantu bakwaMdletshe baphuma kubantu bakwaMthethwa. Abantu bakwaMthethwa bangamaNtungwa angaMalala ngokwezigaba zabeNguni, kodwa-ke ngokuhlakazeka kwabo kugcine abanye sebengamaNtungwa-Nguni. Nabo abakwaMdletshe sebengaMantungwa-Nguni ize bezalwa kwaMthethwa. Ukuvela... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMbeje Abantu bakwaMbeje ,abakwaMbatha ,abakwaShandu, abakwaKweyama nabakwaDladla bangabantu baseMambatheni .Ize sekukhona ukuganiselana kulezi zibongo ngesizathu sokwentula ulwazi kodwa empeleni laba bantu bawumndeni owodwa nokuwumndeni waseMaMbatheni. Abantu baseMaMbatheni... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNgubane bangabaNguni bohlobo lwaMathonga Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Lesi sibongo sakwaNgubane siphuma kwesakwaMkhize ,inkosi uSibiside eyadabula abantu abakwaNgubane. AbakwaMkhize bona bangabaNguni bohlobo lwabaMbo Nguni ,noma ngithi abaNguni baseMbo. Isibongo sakwaNgubane singesinye ... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMyeni bangaMaNtungwa Nguni . Isizinda sabo silaphaya eBabanango eduze nomfula uMhlathuze. Lapho okwakuxhumeke khona uMabaso noMchunu. Ngesikhathi belaphaya eBabanango kwakungashiwo ukuthi ngabakwaMyeni, kodwa kwakuthiwa ngabakwaMyeki. Umuntu owayeyikhanda lalaba bantu kwakunguMlambo noma... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMashabane bangabantu baseBuThonga .Bakanye nabantu bakwaGumede kaManukuza [hhayi owakwaQwabe]kanye nabakwaTembe . Kuthiwa ngabantu baseBuThonga nje ngoba bezalwa yindoda eyayiziwa ngokuthi nguMthonga kaNkalane kaSidlondlo . UMthonga lona ubuye abe ngukhokho wabantu bakwaTembe .Igama lika... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMthembu Abantu baseBathenjini badatshulwa nguMthembu indodana ka Ntongakazi ,bangabaNguni bohlobo lwaNtungwa Nguni. Zimbili izindlu zaBathembu kleli laseNingizimu Afrika ,kukhona indlu enkulu yaBathembu nokuyindlu esebenzisa kakhulu uMthembu njengesibongo ,bese kuba khona ind... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNtombela baxhumene kakhulu nabakwaZulu kanye nabakwaQwabe. Ukhokho wabo nguNtombela kaLuzumana owabe engumfowabo omncane wenkosi uMalandela ,uMalandela uyise woQwabe noZulu. NguNtombela owasala ebheke amadodana enkosi uMalandela ngemuba kokukhothama kwayo . Elinye igama likaNtombela kw... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaDlamuka Ngokwezigaba zabaNguni abantu bakwaDlamuka bangabaNguni abangabaNtungwa Nguni.Lokho akubahlobanisi nabakwaKhumalo noma abakwaMabaso . AbaNguni bahlukaniswe izigatshana,kukhona abaNtungwa Nguni,abaNguni baseMbo, aMalala Nguni kanye nezinye izigaba. AbakwaDlamuka bona-k... qhubeka ufunde »