Umlando ngesibongo sakwaMeyiwa Abantu bakwaMeyiwa kusengabantu baseMasomini.UMeyiwa okwaqanjwa ngaye isibongo wayengenye yamadodana enkosi uMoyeni ka Nomndayi.Wayengumnewabo ka Singila nokunguyena owalandela iNkosi uMoyeni esihlalweni sobukhosi ngemuva kokukhothama kwayo.Ngokwezigaba zabaNguni abant... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKheswa Abantu bakwaKheswa babengabakwaHadebe; bengamaHlubi, behlala endaweni osekuyi-Utrecht manje.Babemunye noBhungane owayedume ngobunyanga,ephatha intelezi yempi eyayinamandla ayisimangaliso. Kuthiwa-ke yiyo le ntelezi eyabangela ukuthi iLembe lifise ukumgwinya uBhungane,l... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNdlovu Abantu bangabeSuthu badabuka eLesotho.Ekufikeni kwabo kwelakwaZulu bafike bakhonza esizweni sabantu bakwaNxamalala.Laba bantu bakwaNdlovu bangabantu bakaMatsimane wakwaTlou noma uMotaung.Kuthiwa abantu ababekhuluma ulimi lwesiZulu behluleka ukuphimisa igama noma ngithi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaDube Abantu bakwaDube batholakala eNingizimu yesiswe sakwaMbonambi eduze nolwandle.Phela lezi zizwe zihlobene kakhulu.Indawo yabo enkulu iseduze komfula uMhlathuze, ikakhulu emngeneleni wawo uMhlathuze.Kuthiwa ngesikhathi sokubusa kukaKhushwayo,abantu bakwaDube bazinikezela... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaHadebe Umlando wesizwe samaHlubi, okwavela kuso abakwaHadebe sidabuka emhlangeni echibini elikhulu kwaNdondondo,eCongo. Kuthiwa abantu babelokhu bezwa abantu bekhuluma kuloleli chibi elalesatshwa khona emhlangeni.Kuthiwa babekhuluma sengathi beza nganeno.Kwathi lapho bephuma ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMasinga Abantu bakwaMasinga baphuma kubantu baseLangeni,abantu bakwaMhlongo.Abantu bakwaMhlongo bona baphuma kundlunkulu yaseSwazini ebizwa ngokuthi ngaMalangeni(Dlamini Mlangeni),ingakho bebizwa ngokuthi ‘abaseLangeni’,lokho kuchaza ukuthi bangabaMbo Nguni ngokwe... qhubeka ufunde »
Mthethwa UMthethwa kwakuyindodana ka Nyambose kaKhubazi . UMthethwa wayebuye abizwe ngoMbekane .Yena wazala uNdunakazi owayebuye aziwe ngelikaNdlovu kepha ongeyena oKhokho wabakwaNdlovu . UNdunakazi wazala uMadango owazala uXaba owazala uKhayi owazala uJobe owazala uDingiswayo nokungenye yezinsizwa ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaSithole Isibongo sakwaSithole sasingekho ekuqaleni.Lapha kwaSithole endaweni yaseQhudeni entatshaneni iMbilana kade kubonaka ibhungu elide liphuma emgedeni osabekayo okulentatshana iMbilana.Izibongo ezazigqamile kulendawo ngalesosikhathi esakwaMbeje nesakwaMbatha. Abantu baku... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaHlongwa Isibongo sakwaHlongwa sengesinye sezibongo ezinkulu kwelikaMthaniya.Kulesi sibongo kuphuma ezinye izibongo ezifana nesibongo sakwaKhawula,esakwaJeza,esakwaKhuluse , esakwaShozi , esakwaMaluleka esakwaLange nezinye izibongo.Abantu bakwaHlongwa emandulo babakhe eMzu... qhubeka ufunde »