Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

USotobe ka Manyelela wakwaGazu(Sibiya)

USotobe ka Manyelela wakwaGazu(Sibiya) Esithombeni nguKay Sibiya,uMlingisi.Nina abakaNomakhwelo iNgonyama uhlanya olusemehlweni amadoda!Ake sibheke umlando weqhawe lakwaSibiya uSotobe ka Mpangalala.Nawo sizowukha phezulu kuhle komuntu ekha amasi ngoba mude kakhulu.Abantu bakwaSibiya nabo bawuzalo lwenkosi uMalandela ka Luzumana njengabo abakwaZulu nabakwaQwabe.USotobe wayebuthelwe kwiNtontela ebuthwa yinkosi uSenzangakhona ka Jama.Kulelo butho kwakukhona noNdlela Ntuli,Nongila Mabaso ,Hlathi Ntshangase kanye nabanye.USotobe walwa ngobuqhawe empini yaseMaMpondweni kanye nasempini kaZulu nenkosi... qhubeka ufunde »

Isikole iPhalane Primary School

Isikole iPhalane Primary School Nina abeMpunzi ka Ndaba abayibambe ngandlebende phezu kukaLangakazi yadlamuluka yadla amadoda!UGuqabadele iNhlambamasoka iSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu!UJininindi lowo,iSilo sakithi oNdini.Esithombeni nina beSilo izingane zeSkole iP... qhubeka ufunde »

Izibongo zeLembe ezithinta abakwaNgcobo

Izibongo zeLembe ezithinta abakwaNgcobo Nina abeGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabhej’iShowe kwabhej’iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela(iSilo sakithi oNdini leso iSilo uCetshwayo).Esithombeni umfowethu uKwenzokuhle Ngcobo(Kwenzo Ngcobo) onguMlingisi.Nina beSilo ake sibhek... qhubeka ufunde »

Umlando ngoNtshiphi ka Shangane Mthethwa

UNtshiphi ka Shangane Mthethwa Nina abakaSongobese wamakhanda inkomo yanganene,izothengana nayiphi na enenekazi?Izothengana noMbangambi woVuma eMashobeni.UNkomo zabantu zinenkelenkele zikhungela izingobe emashobeni!UNdlovu yakoDelwase abayihlabe ngenjongolo bayibangela amanxeba okuluphala!UZulu ladu... qhubeka ufunde »

Izithakazelo zakwaSibanyoni

Izithakazelo zakwaSibanyoni Sibanyoni Malambule Matsetsa Khozakhulu Mhlumayo Wena Dada lelabhula emanti ngemaphiko Siba lolubomvu Lenyoni le enelusiba lolubomvu ibuke emantini Inyoni leyakha kabi yabhekisa umnyango esitibeni Labanye batsi ibambeni labanye batsi iyekeni yenta ngekwenta kwayo Shiyane ... qhubeka ufunde »

Iziduko zamaQwambi

Iziduko zamaQwambi UHolomi UTshanabe UTshazibane UTete UPhalo UGunuza ka Ngwane UDimla ludonga URhala UKhawutha UTshiwo UNdlov’ezidl’amagaty’emthini emide UKhosi UMagaga ISirhosha sika Rhili UmRhoshoz’ongadinwa kukhankanywa UHolomi UTshanabe UTshazibane UTete UPhalo UGunuza ka Ngwane UDimla ... qhubeka ufunde »

Iziduko zakwaDlomo(Mthembu)

Iziduko zakwaDlomo(Mthembu) Dlomo Yemu-Yemu Sopitsho Vela bambhentsele Zondwa  Zondwa zintshaba zingasoze zimenze nto Kuba akanasono mntwini Akazange watya nto yamntu Nawayityayo wayinikwa ngumntu wayo Sigcawu Sigcawu esinoboya Nkosana Madiba Madib’indonga Dubula ngenyek’etafuleni kutak’ishum... qhubeka ufunde »

UMxhamama ka Soshaya Sibisi

UMxhamama ka Soshaya Sibisi Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi!Ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni umfowethu uMhlonishwa Sibisi oyiNtatheli.Ngokusho komlando obhalwe phansi abantu bakwaSibisi kuthiwa badatshulwa nguMlotshwa obuye abe uKhokho wabantu baseMa... qhubeka ufunde »

IKlwa (iJozi)

IKlwa  (iJozi) Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.Inkomo eyakhala  eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.Ngethemba basaphila abeSilo.Ake sixoxe kancane ngohlobo lomkhonto olubizwa ngokuthi yiKlwa,olubuy... qhubeka ufunde »

Madlala

Umlando ngabantu bakwaMadlala UNjenje wazala,uSomagodla ozihasho zithi ‘Somagodla owagodla ingwe nengonyama’.Yena wazala,uSozabe owazala,uNengu noMajola.UNengu wazala uQoma owazala uZamisa,uZamisa wazala uGodongwana,uGodongwana wazala uMashaba.UMajola wazala uGaju owazala uNdlovu noMatom... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!