Mthethwa UMthethwa kwakuyindodana ka Nyambose kaKhubazi . UMthethwa wayebuye abizwe ngoMbekane .Yena wazala uNdunakazi owayebuye aziwe ngelikaNdlovu kepha ongeyena oKhokho wabakwaNdlovu . UNdunakazi wazala uMadango owazala uXaba owazala uKhayi owazala uJobe owazala uDingiswayo nokungenye yezinsizwa ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaSithole Isibongo sakwaSithole sasingekho ekuqaleni.Lapha kwaSithole endaweni yaseQhudeni entatshaneni iMbilana kade kubonaka ibhungu elide liphuma emgedeni osabekayo okulentatshana iMbilana.Izibongo ezazigqamile kulendawo ngalesosikhathi esakwaMbeje nesakwaMbatha. Abantu baku... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaHlongwa Isibongo sakwaHlongwa sengesinye sezibongo ezinkulu kwelikaMthaniya.Kulesi sibongo kuphuma ezinye izibongo ezifana nesibongo sakwaKhawula,esakwaJeza,esakwaKhuluse , esakwaShozi , esakwaMaluleka esakwaLange nezinye izibongo.Abantu bakwaHlongwa emandulo babakhe eMzu... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMande noMagaye Cele Abantu bakwaCele baphuma kubantu bakwaMthethwa , uCele ozala abantu bakwaCele wayengowakhona kwaMthethwa . Ngesikhathi sokubusa kwenkosi uDingiswayo ka Jobe kwaMthethwa , abantu bakwaCele babebuswa yinkosi uDubandlela ka Mkhokheli . Inkosi uDubandlela yayinomuzi lapho ... qhubeka ufunde »
Ukulandelana kwamakhosi akwaMiya UMtiti wokuqala UMiya UNcwabe UNdlangathi UNzaba UMasango UNgubonhle UMtiti wesibili UDlamini UThenya UTshanibuhle UNjokweni UMhlanushile UXuza ( wabusa ngesikhathi seNgonyama uShaka) Umlando ngesibongo sakwaMiya Isibongo sakwaMiya savela ngoMiya kaMtiti wokuqala (Mz... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMathenjwa Abantu bakwaMathenjwa njengamanje batholakala laphaya ezintabeni zaseNgwavuma,indawo yabo yaziwa ngokuthi kuseManyiseni. Empeleni abantu bakwaMathenjwa basemngceleni waseSwazini neMozampiki kanye nelakwaZulu. Uma ufika endaweni ebizwa ngeminye imizi yakwaMathenjwa o... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNsele Abantu bakwaNsele bangaBambo Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Laba bantu bakwaNsele babuye baziwe ngokuthi bangabaseMangweni, basekanye nabantu bakwaZwane,abakwaHudla, abakwaCebekhulu , abakwaNdiweni kanye nabanye.UNsele okwaqanjwa ngaye isibongo nguNsele wesibili indodana... qhubeka ufunde »
AbakwaNgcobo Abantu bakwaNgcobo bangaMalala avela eNyakatho nezwe.Abantu bakwaNgcobo sibathola beneNdlunkulu,iQadi kanye neKhohlwa kuze kufike nakwisizinda. Ukuze uchazeke kahle umlando wakwaNgcobo kumele uchazwe ngezindlu Ukudabuka kabantu bakwaNgcobo Kuthiwa umuntu wokuqala owaba yinzalabantu, s... qhubeka ufunde »
Izithakazelo ngomlando wakwaKunene Abantu bakwaKunene bangabaNguni baseMbo ngokwezigaba zabeNguni,imvelaphi yabo isenhla nezwe njengazo zonke izibongo zabeNguni.Bahlobene kakhulu nesibongo sakwaNkosi-Dlamini nokuyisibongo esibusa izwe laseSwazini.Isibongo sakwaKunene saqambeka ngoKunene kaGebase kaS... qhubeka ufunde »