Nina abakaGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! Ngiyababingelela abeSilo kungumhla weshu... qhubeka ufunde »
UMpheme.. Nina abakaNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! UMudli weNgunyazana eyedwa kwaNolele ! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Nina beSilo nawo-ke uMpheme . NgesiLungu uMpheme ubizwa ngokuthi iCape Fox, noma iBat Eared Fox. UMphem... qhubeka ufunde »
USelepe obomvu. Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni , ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba , yiwona oyongilamulela! UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaPhethelweni! Nina beSilo nawo-ke uSelepe obomvu inkunzimakanga yeNtelezi engena ezintelezi zokuchupha ikhaya. Lapho kukhona uSelep... qhubeka ufunde »
UMkhanyakude \UMhlosinga\Vachellia xanthophloea\ Koorsboom\Mooka -kwena\Nkelenga\Munzhelenga. Nina abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya . Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade . Nawo-ke uMkhanyakude nina beSilo . Lona wumuthi othandwa kakhulu uMphezulu nina beMbube , ng... qhubeka ufunde »
Nina abaQangabhodiya wawoMkabayi uQabi kwezameva eNtendemuzi! UMenzi kabongwa ngabalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini! USingqila nganhloko zond’intamo! INakazi emnyama yakithi kwaNobamba , uSisanhloko kanti abanye bas’izinyawo! Enhla nasenzi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethe... qhubeka ufunde »
UMntwana uMkabayi wayezalwa yinkosi uJama ka Ndaba , inkosi uJama yiyona ezala inkosi uSenzangakhona uyise weLembe , iSilo uShaka. Lokho kusho ukuthi uMntwana uMkabayi wabe enguDadewabo wenkosi uSenzangakhona , kanti kuphinde kusho ukuthi wabe enguBabekazi weLembe. UMntwana uMkabayi wabe eyiw... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNhlanhlemhlophe Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengeMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! USingqumba khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Enhla nasez... qhubeka ufunde »
Incazelo ngokuphupha iMvu emhlophe . Nina beSilo sakithi kwaNodwengu kwaNodwengu uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. Ngiyababingela bonke abeMbube eshoba liyisilikithi , ngethemba basaphila abeNkosi. Nina beSilo le silwane enisibona esithombeni kuthiwa yiMvu ngesiZul... qhubeka ufunde »
Dithoko tsa Mogotlane Ke Bathokwa ba Maseboko ga bokwe baneng se bokwa ka ntlong ngwana a belegwa Ke ba Mmapelwana tsa go tlala Tsa tlala dia falala Ga ba sie ntwa ba tshaba go fenywa Ke bana ba mmu wa Makgaseng Re Malibu a ntlo tsa goswa Ke bana ba Mmasemanodi sa Makgaseng Gabo Molala Kgosi ya Mali... qhubeka ufunde »