Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba isaphila kungu mhla weshumi nesithupha kuNhlangulana(16Jun... qhubeka ufunde »
Nina abakaGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INtethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela , uDlondlwane luya luhlezi luya ludlondlobele! Ngiyayibingelela yonke iNgabade kuzo zonke izindawo , kuwo womane amagumbi omhlaba. Ngethemba basaphila abeSilo . Ch... qhubeka ufunde »
ISidikili(Gnidia cuneata) Nina abakaNomakhwelo iNgonyama uhlanya olisemehlweni amadoda! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! UMbombosh’omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! Inkomo eyabuya yodwa kawaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Enhla nasezansi ngiyayi... qhubeka ufunde »
Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. Nina beSilo lo muthi eniwubona ngakwesokunxele kuthiwa yiLabatheka igama lawo . Lona ongakwesokudla yiNkomfe. ILabatheka neNkomfe imithi emibili ... qhubeka ufunde »
Nina bakaThambekeka wena owaliwayo Thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! UGuqabadele iNhlambasoka! USinakanaka sezincwadi ebezibhalwa nguMalimade kwabamhlophe abeLungu! Nina beSilo ngethemba kusaphileka kuzo zonke izindawo lapho ninkanise khona. Cha , thina sisaphila kwaSokhumalo . ... qhubeka ufunde »
Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliZulu eliphezulu kuzo zonke izindawo la... qhubeka ufunde »
Nina abakaNkomo zabantu zineNkelenkele zikhungela iziNgobe eMashobeni! USongobese wamakhanda inkomo yanganene izothengana nayiphi na eNenekazi izothengana noMbangambi woVuma eMashobeni! UNdlukula zamaNtungwa zimukile! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina ... qhubeka ufunde »
Nina abakaZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu, uFulathela uBombo lwabhidlika, uNtaba zimbili zakhalene zentula ngisho ukuxhawulana, iNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kungu mhla wesine kuNhlangulana (Juni) onyakeni ka 2023 . Ngethemba nisaphila... qhubeka ufunde »