Incazelo ngoMgonandoda Nina abakaMenzi kabongwa ngaBalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini.USingqila nganhloko kuzonde intamo nyawumbe kuyozonda isibili.Inkosi uSenzangakhona leyo.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu eliphezulu.Ngethemba basaphila abeSilo.Sisaphila thina kwaSokhumalo.Nina be... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeSibhaha(uMazwahlabayo\uMagwazayikhuphule\Warburgia salutaris) Nina beNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kumaHashanga.USingquma khuluma bakuzw’umoya,abasezitheni nabasemakhaya.USingquma kakhulumi kanamlomo,akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo,lona olwaluqed’umuzi ngokunke... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaDube Abantu bakwaDube batholakala eNingizimu yesiswe sakwaMbonambi eduze nolwandle.Phela lezi zizwe zihlobene kakhulu.Indawo yabo enkulu iseduze komfula uMhlathuze, ikakhulu emngeneleni wawo uMhlathuze.Kuthiwa ngesikhathi sokubusa kukaKhushwayo,abantu bakwaDube bazinikezela... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMthunduluka Nina aboMthunduluka ovuthwe ngeNala,ngowawoThayiza,uMdlokombane vuk’ume ngentaba udl’amadoda.UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana.INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu.Enhla nasezansi ngiyayibabingelela abeSilo,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Cha,sisa... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNgcotho(INcotho\iNcotha\Boophone disticha) Nina bakaBhusha ka Nayifi leNduku eniyibona esithombeni ibizwa ngokuthi yiNgcotha ngesiZulu,noma iNcotho,noma iNcotha.Intelezi enhle kakhulu lena,eletha eningi inhlanhla nxa itshalwe ekhaya.Ivimbela abathakathi nemimoya emibi ukuba kungangeni ek... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaHadebe Umlando wesizwe samaHlubi, okwavela kuso abakwaHadebe sidabuka emhlangeni echibini elikhulu kwaNdondondo,eCongo. Kuthiwa abantu babelokhu bezwa abantu bekhuluma kuloleli chibi elalesatshwa khona emhlangeni.Kuthiwa babekhuluma sengathi beza nganeno.Kwathi lapho bephuma ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoDumbasibumbu(Lithop plants) Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade.Ngethemba basaphila abeSilo.Esithombeni nina beSilo wumuthi omkhulu wamasoka akhohlakele,ubizwa ngokuthi,uDumbasibumbu,noma uDumba ka Sibumbu.NgesiLungu kuthiwa iLithop Plants,noma Lithop stones.Lo muthi amasok... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMasinga Abantu bakwaMasinga baphuma kubantu baseLangeni,abantu bakwaMhlongo.Abantu bakwaMhlongo bona baphuma kundlunkulu yaseSwazini ebizwa ngokuthi ngaMalangeni(Dlamini Mlangeni),ingakho bebizwa ngokuthi ‘abaseLangeni’,lokho kuchaza ukuthi bangabaMbo Nguni ngokwe... qhubeka ufunde »
Mthethwa UMthethwa kwakuyindodana ka Nyambose kaKhubazi . UMthethwa wayebuye abizwe ngoMbekane .Yena wazala uNdunakazi owayebuye aziwe ngelikaNdlovu kepha ongeyena oKhokho wabakwaNdlovu . UNdunakazi wazala uMadango owazala uXaba owazala uKhayi owazala uJobe owazala uDingiswayo nokungenye yezinsizwa ... qhubeka ufunde »