Umlando ngeNdlovukazi uNomvimbi Mzimela INdlovukazi uNomvimbi Mzimela ingomunye wabantu besifazane ababamba elikhulu iqhaza ekuvikeleni umbuso wakwaZulu ekucekelweni phansi ngabamhlophe,ikakhulukazi amaNgisi. Le Ndlovukazi yiyona ezala iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo ka Mpande.Uyise wayo kwakunguMswe... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMazibuko AbakwaMazibuko bangaBaMbo Nguni,bayinzalo kaNtsele njengabantu bakwaZwane.Bazibiza ngenkosi yabo uMungwe,yingakho baziwa ngokuthi bangaMangwe noma abaseMangweni.Umlando uveza ukuthi abakwaMazibuko bahlobene eduze nabakwaZwane futhi kufanele ngabe abaganiselani ngoba ... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uSigonyela ka Mokotjo yabaTlokwa Inkosi uSigonyela yayibusa abaTlokwa bakwaMolefe endaweni yaseNtabazwe {Harismith},yabusa kusukela ngowe 1824 kwaze kwaba u 1852 .Yona yayizalwe ngowe 1804.Isizwe sabaTlokwa sibandakanya izibongo zakwaMolefe, Matsau, Tsotetsi ,Mokotjo,Lebusa,Motonosi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaChonco Abantu bakwaChonco bawuzalo lweNkosi uSibiside kaSidweba yaseMbo.INkosi uSibiside ibuye ibe nguKhokho wabakwaMkhize ,Shange,Ngubane,Ngezane,Mdima,amaMpondo oNyawuza,Faku ,aMaXesibe nezinye nje izibongo zaseMampondweni.Abantu bakwaChonco baphuma kuNomafu kaSibiside obuy... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNzama baphinde baziwe ngokuthi ngabakwaWosiyana. Noma kwesinye isikhathi ngenxa yokwehlukana kwezigodi kuyaye kuthiwe ngabakwaZama, bamyeke uhlamvu-N ekuqaleni. Imvelaphi yabantu bakwaNzama iqhamuka kubantu bakwaNgcobo. Bazalana kakhulu nendlu kaMkheshane(Shangase).Phela uMkheshane ngumn... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaZikhali. Abantu bakwaZikhali bangaMaNgwane, ahlobene naMaNgwane kaMatiwane. Empeleni abantu bakwaZikhali baqhamuka eSwazini kwaNgwane. AmaNgwane esiwathola manje oKhahlamba ayazalana nala MaNgwane akwaZikhali. Eduze kwechibi lakwaSibhayi(Lake Sibayi) kunendawo lapho ebizwa ng... qhubeka ufunde »
Imvelaphi yabantu bakwaNzimande iseSwazini .Laba bantu bakwaNzimande bangaBambo Nguni ngokwezigaba zabaNguni. AbakwaNzimande baphuma ebukhosini baseSwazini, baphuma kuNdzimandze owabe engenye yamadodana enkosi uDlamini, elamana noNkosi owabe eyinkosana futhi okunguyena owalandela inkosi uDlamini esi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMdletshe Abantu bakwaMdletshe baphuma kubantu bakwaMthethwa. Abantu bakwaMthethwa bangamaNtungwa angaMalala ngokwezigaba zabeNguni, kodwa-ke ngokuhlakazeka kwabo kugcine abanye sebengamaNtungwa-Nguni. Nabo abakwaMdletshe sebengaMantungwa-Nguni ize bezalwa kwaMthethwa. Ukuvela... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMbeje Abantu bakwaMbeje ,abakwaMbatha ,abakwaShandu, abakwaKweyama nabakwaDladla bangabantu baseMambatheni .Ize sekukhona ukuganiselana kulezi zibongo ngesizathu sokwentula ulwazi kodwa empeleni laba bantu bawumndeni owodwa nokuwumndeni waseMaMbatheni. Abantu baseMaMbatheni... qhubeka ufunde »