Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMkhiwane(Ficus sur Forssk\Broom cluster fig\Besem-trosvy)

Incazelo ngoMkhiwane(Ficus sur Forssk\Broom cluster fig\Besem-trosvy) Nina abeSilo sakithi oNdini uHlamvana bhul”umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana.UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo.Ngethemba nisaphila nina beSilo,cha,thina sisaphila eMantungweni.Lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uMkhiwane ngesiZulu nangesiXhosa.UMkhiwane uwela emndenini wezihlahla ezibizwa ngokuthi“amaFig trees”.Uthela izithelo zaMakhiwane,ziyadliwa,zimnandi,bayazidla abafana abelusa izinkomo.Uma singakavuthwa ziba luhlaza ngombala, uma sezivuthiwe ziyawuguqula umbala ube bomvu.Kodwa ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMdolofiya(Prickly pear cactus)

Incazelo ngoMdolofiya(Prickly pear cactus) Nina abeSela lintongande lawo Baleka elithabathe umshiza lawetshatha,liyawugalela ngawo eMankenganeni.IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda.Enhla nasezansi ngiyaz... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMhlambamanzi(Rauvolfia caffra)

Incazelo ngoMhlambamanzi(Rauvolfia caffra) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ISilo uShaka leso,iSilo sakithi kwaDukuza.Nina beSilo ngiyanibi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMkhuhlu(uMathunzini, Trichilia emetica)

Incazelo ngoMkhuhlu(uMathunzini, Trichilia emetica) Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbul’emaGawu abebesi.INtethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela.Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade, ... qhubeka ufunde »

Kheswa

Umlando ngesibongo sakwaKheswa Abantu bakwaKheswa babengabakwaHadebe; bengamaHlubi, behlala endaweni osekuyi-Utrecht manje.Babemunye noBhungane owayedume ngobunyanga,ephatha intelezi yempi eyayinamandla ayisimangaliso. Kuthiwa-ke yiyo le ntelezi eyabangela ukuthi iLembe lifise ukumgwinya uBhungane,l... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeLoyi(Datura stramonium,iJoye)

Incazelo ngeLoyi(Datura stramonium,iJoye) Nalo-ke iLoyi nina beSilo,lona kanye elivela ezibongweni zeNdudumo yaseMgungundlovu,iSilo uDingane uma kuthiwa”üVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini”.INduku lena edinga ukuba umuntu aqaphele uma ezoyisebenzisa ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMahlabekufeni(Croton gratissimus)

Incazelo ngoMahlabekufeni(Croton gratissimus) Nina bakaMakhalimakhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela.UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade,ngethemba basaphila abeSilo . Cha, thina si... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMvubu(Hippopotamus)

Incazelo ngeMvubu(Hippopotamus) Nina abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya,uMkhwamude wangisika isilevu uSungulo olude lwangithunga impumulo.Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kungumhla wokuqala kuNhlaka {uMeyi} onyakeni ka 2023.Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.... qhubeka ufunde »

Ndlovu

Umlando ngesibongo sakwaNdlovu Abantu bangabeSuthu badabuka eLesotho.Ekufikeni kwabo kwelakwaZulu bafike bakhonza esizweni sabantu bakwaNxamalala.Laba bantu bakwaNdlovu bangabantu bakaMatsimane wakwaTlou noma uMotaung.Kuthiwa abantu ababekhuluma ulimi lwesiZulu behluleka ukuphimisa igama noma ngithi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeShaladilezinyoka (iSweli\ISivimbampunzi\ITswele lo mlambo\Tulbaghia acutiloba)

Incazelo ngeShaladilezinyoka(iSweli\ISivimbampunzi\ITswele lo mlambo\Tulbaghia acutiloba) Nina abeMbube eshoba liyisilikithi uHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebane.UZulu ladum’obala lapho kungeMunga kungeMtholo.UThambeka wena owaliwayo,thambekeka wewuswe iNtamanana na... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!