Incazelo ngeCishamlilo (Pentanisia prunelloides) Nina bakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni,iNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba.Enhla nazansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Cha,thina sisaphila eMantungw... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMmemezi omhlophe  Nina abakaSingquma khuluma bakuzwe umoya abasezitheni nabasemakhaya.Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangaene ezinye ziyokufa uMdlebe.INdudumo yakithi eMgungundlovu.UVezi lowo.ISilo sakithi eMgungundlovu,iSilo uDingane.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade,ngethe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeButha Nina abakaNowelamuva wawo Shaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.ISikhukhune sikaNdaba esikhukhule oMame sabetshatha saye sayobalahla ezinkwazini zoThukeka.ISilo ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMolefe Abantu bakwaMolefe bangabeSuthu abangabaTlokwa.AbeSuthu bahlukaniswe izigatshana,kukhona abaKgatla,abaHurutsi,abaKwena,abaFokeng nabanye abaningi .Bonke abeSuthu baphuma kuBafokeng.AbaTlokwa baphuma kubaKgatla nabo abaKgatla bephuma kubaHurutsi,abaHurutsi bephuma kubaF... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoZangume (Helichrysum acutatum) Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgomaEnhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Le nduku esesithombeni ibizwa ngok... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMncwabe Lo mlando ucashunwe encwadini ka Senzo Maswidi Mbatha esihloko sithi’Ziphuma eguleni.Abantu bakwaMncwabe sibathola endulo bezinze ngasoThukela endaweni eyaziwa ngokuthi kuseMpofana.BangaBambo Nguni ngokwezigaba zabaNguni, imvelaphi yabo ikubantu bakwaDlamini ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoNsukumbili (Senecio gregatus) Nina bakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya,iSela lintongande lawoBaleka elithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeNgonyama,ngethemba basaphila.Sisaphila thina eMantungweni.L... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeShaqa  Nina abakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni.UMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda.Inkosi yakithi kwaNkomonye leyo,inkosi uMalandela.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo,ngethemba basaphila abeSilo.Cha,thina sisaphila eMantungweni kungumhla weshumi kuM... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaShongwe Abantu bakwaShongwe bangabeNguni baseMbo ngokwezigaba zabaNguni.Imvelaphi yabo ixhumene neyakwaDlamini,Shabalala ,Kunene,Mavuso nezinye.Ngenkathi befika kuleli eliseAfrika eseMazansi bafika bazinsa lapho sekuyizwe laseSwazini khona.Babekade beqhamuka enhla nezwe nj... qhubeka ufunde »