Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mavimbela

Mavimbela Sihlasi Mkholo lonsudvu netinyawo takhe letihle tekucaftu Caftuta emabaleni endvodza Awunukelani nemacaca Wena longadli inyama yembuti kepha undla inyama yenyamatane Mdlomane wetindlovu Ngubo yengonyama Nine boNyatsikati basemtini Nine bomatala nkosi, Nine boTaba Nine boMkholo labahle, Lilanga seliyotibeka kunina…

Mbuyisa

Mcusi waseNdlunkulu Dube Mbuyazi akathekeli kubafokazane Mbhede olala abelungu Gqagqazela, Mlothswa Mfenyana Nhlavu azimshayi ziyamthantalaza Hwayiza Shebi noNduku Khushwayo

Gama

Mbokane Gama Mdluli Phalala Mpembe Mthulela Ngcangcanana Wena owathunda  egumeni kwa Mngomezulu UMngomezulu wayothunda azaleni Mzozwana Wena ka Matshana Mlangeni Mlotswa Mkholwa…

Hlalele

Hlalele Abantu bakwaHlalele bangabaTswana abangabaTaung . Phela abaTswana nabo nahlukaniswe izigatshana njengabaNguni. Laba bantu babaTaung baxhumene kakhulu nabantu bakwaSibanda eZimbabwe . AbakwaSibanda bayingxenye yabaTau abathunjwa yinkosi uMzilikazi kubaTaung ngesikhathi abaTau bebuswa yinkosi ... qhubeka ufunde »

Lukhele

Mdluli Nyoka Sikhangisa Nzimande Mhlanti wendl`enkulu , Mavovo emvula, Nyoni leyasindvwa sisila kusuka, Mdluli weNdlovukazi, Nabonkosi, Wena lowatheng`emanga ngesithole lesijoli ngembala esikhaleni sabhodwe

Hlanguza

Hlanguza Magoda, Vezi Mzila Mahlobo Qashi Wena kaSodidi Wena kaMqedangala kwezika Nonda Nina enigula ningazibiki ndawo Abanye bezibika ebantwini Nina bakwaNkomo aziphuzi ubusika nehlobo, Nina bakwaNhlun’emhlophe Ingaba bomvu eyomlandokazi Nina baka Nxanxashi umlomo kawudli uswele abadlayo Inga... qhubeka ufunde »

Msezane

Mashoba! Vezi ngokuvez’ amanzi! Wena owaphuma’ esiqwini somganu kwaphuz’ abafo nabafokazane! Ntumbese kaPhothela! Nina besandla esibuyekeyekana! Skhuba abandi abathekeli! Nina eningathekeli nto yamuntu! Nkomo kazephusi zisengwa ubusika nehlobo! Mgidi kaNgonyama Wena ntaba emil̵... qhubeka ufunde »

Ndlovu

Gatsheni, Boya benyathi, obusonga busombuluka. Mpongo kaZingelwayo. Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya,ngokweswel’abelusi, Zaze zeluswa intombi uDemezane, Nina bakwaKhumbul’amagwala, Nina bakwaDemezane Ntombazane, Nina bakwaS’hlangu sihle, Mthiyane! Ngokuthiy’amadoda emazibukweni, Nina bakwaMdubu... qhubeka ufunde »

Ndlovu (Mthombeni)

Gegana Bulembu Mthinti wamahashi Intomb’ethombela emlenzeni ezinye zithombela emfuleni Ndebele/Tebele Musi ka Mhlanga Mthombeni ogega ngomlambo Makhandane Mbizeli Mbokwane Ndlovu.   Labo oNdlovu abatholakala eZimbabwe , abahlobene noNdlovu oGatsheni . Umlando walaba bantu uxhumene kakhulu... qhubeka ufunde »

Ntshangase

Ntshangase, Mgazi, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng’osinda abosi,..

error: Akuvumelekile lokho !!