Ndlovu (Mthombeni)

Gegana
Bulembu
Mthinti wamahashi
Intomb’ethombela emlenzeni ezinye zithombela emfuleni
Ndebele/Tebele
Musi ka Mhlanga
Mthombeni ogega ngomlambo
Makhandane
Mbizeli
Mbokwane
Ndlovu.

 

Labo oNdlovu abatholakala eZimbabwe , abahlobene noNdlovu oGatsheni . Umlando walaba bantu uxhumene kakhulu nabakwaKekana abatholakala kwaNdebele eMpumalanga

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo