Tinanatelo takaXaba

uMingisi uKhayalethu Xaba

Tinanatelo takaXaba

Xaba

Mthiyane

Nonkosi

Shwabade

Mashwabada owashwabadel’inkomo nezimpondo zayo

Washwabadel’izindlubu namakhasi

Nina abahlephul’isinkwa siy’eBandla!

Bathi sihleshulwe umntfwana kanti sihleshulwe uMlandakazi!

MaHlubi amahle anzipho zimnyana ngokuqhwayana! 

Nina bakaSince siyakhathala!

Zala ukubusa nokuncishana,

Mlotshwa,

Nonkosi.

Nonkosi omuhle nonyawo lwakhe,

Xaba,

Mashwabada,

Mthiyane,

Awuqedwa Shwabada awuqedwa Xaba! 

Esithombeni nguKhayalethu Xaba onguMlingisi.Ngokusho kukaBaba uMaphalala encwadini yakhe esihloko sithi “Umlando wamakhosi esifundazweni sakwaZulu-Natal uthi uXaba okwakheka ngaye isibongo sakwaXaba wabe eyindodana yenkosi uMhlanga ka Ndlovu yaseMahlutshini.Wabe engumfowabo ka Mmusi, noMbongwa.

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo