Hlanguza

Hlanguza

Magoda,

Vezi

Mzila

Mahlobo

Qashi

Wena kaSodidi

Wena kaMqedangala kwezika Nonda

Nina enigula ningazibiki ndawo

Abanye bezibika ebantwini

Nina bakwaNkomo aziphuzi ubusika nehlobo,

Nina bakwaNhlun’emhlophe

Ingaba bomvu eyomlandokazi

Nina baka Nxanxashi umlomo kawudli uswele abadlayo

Ingane zikaQhashi

Zingeleza

Mkhuze

Jazi

Hobo

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo