Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Ngobese

AbakwaNgobese ! ………………………………………………………………… Abantu bakwaNgobese sibathola laphaya eduze kweNhlazatshe egqunyaneni elibizwa ngokuthi kuseNtabantuzuma. Kuthiwa babehlala emgedeni ukuze bavikeleke ezitheni zabo. Abantu bakwaNgobese bangaMantungwa Nguni. Kuthiwa abantu ababakhelane baqale bacanga ukuthi ngaBathwa ngoba bebona indlela abaphila ngayo, lena phela yokuhlala emgedeni. Ngakho abantu abaningi bazama ukukhipha laba bantu emgedeni, ukuze bababo... qhubeka ufunde »

Gumede [kaManukuza [hhayi owakwaQwabe ].

AbakwaGumede kaManukuza(waseButhonga)!………………………………………………………………. Abantu baseButhonga bangena eNatali beqhamuka ngaseNyakatho Mpumalanga yeNatali. Phela babil... qhubeka ufunde »

Tembe

AbakwaTembe ! ………………………………………………………….. Abantu bakwaTembe badabuka phakathi nezwe laseMuzambikwe(Central Mozambique). Imvelaphi yabo impela isenkabeni yezwekazi laseAfri... qhubeka ufunde »

Magwaza

Abantu bakwaMagwaza bavela kwaMhlongo.! Ngesikhathi sikaMakhendana kwadaleka imbedumehlwana esizweni saseLangeni. Kwakukhona indlu encane yaseLangeni kaQumbumbethe[Mabhulubhense] kaLugoloza . Kule ndlu kwakukhona indodakazi kaMazwana, yathathwa nguMakhendana wayenza uNkosikazi lokhu okwakungavumelek... qhubeka ufunde »

Dludla

AbakwaDludla!! Abantu bakwaDludla baphuma kwaXulu basuka eMfule bayokwakha ngaseMthinemide bakhelene nabakwaMagwaza. Njengoba bephuma kwaXulu- lokho kusho ukuthi baphinde bahlobane nabakwaSikhakhane, ngoba nabo abakwaSikhakhane baphuma khona kwaXulu. Ngesikhathi sokubusa kweNkosi uShaka, umholi wesi... qhubeka ufunde »

Mazubane

AbakwaMazubane!!! OZubane noMazubane ngabakwaZibane. Imvelaphi yabakwaZibane (noma Zubane,Mazubane) iveza ukuthi empeleni laba ngabantu ababodwa. ESwazini naseGouteng babizwa ngoTibane. Abantu bakawZibane baphuma kwaNgcobo, okusho ukuthi bangamaLala-Nguni njengoba kunjalo kwabakwaNgcobo. UZibane lon... qhubeka ufunde »

Mkhize

AbakwaMkhize!! Abantu bakwaMkhize kuthiwa ngabeseMbo ngoba beqhamuka kuMumbo, uyise kaZalankomo,uZalankomo yena wazala uLanga. Futhi bengaBaMbo Nguni . Nabo futhi bayazalana noDlamini baseMbo kanye noNdwandwe. Kuthathwe eside isikhathi ukuba babhajadiswe ngesibongo sakwaMkhize, sonke lesi sikhathi b... qhubeka ufunde »

Shangase

 AbakwaShangase!! Abantu bakwaShangase bahlobene kakhulu nabantu kwaNgcobo, ngingasho nje ukuthi bayinto eyodwa ngoba phela bazalwa uMkheshane kaVumezitha. UVumezitha yilona dlozi elikhulu lakwaNyuswa. UVumezitha wayenamadodana amabili, okwakunguNgcobo nomnawakhe uMkhashane.  Abantu bakwaS... qhubeka ufunde »

Mngomezulu

AbakwaMngomezulu!!!!! ………………………………………………………………………… Badabuka ebeSuthwini babaPedi(Polokwane) .. Isibongo sabo savela ngegama lomsungu... qhubeka ufunde »

Shezi

AbakwaSHEZI!!! ……………………………………………………………………………………………….. Abantu bakwaShezi badume ngoku... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!