Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMphenduli(IMpendulo, Acalypha villicaulis)

  Nina abaThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi ! UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba isaphila kungumhla weshumi nesishiyagalombili (18Juni) onyakeni ka 2023. Cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uMphenduli igama lawo lesiZulu, ubuye waziwe ngeMpendulo . Ziningi -ke iziMpendulo nina beSilo kukhona nenye inhlobo ekhula ithandele isihlahla esikhulu, okusetshenziswa iziNduku zayo. Yona ingena kwezibomvu. Nayo iwuBul... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSihlanguli ( Gymnosporia senegalensis)

  Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla weshumi nesikhombisa kuNhlangula... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMpishimpishi (INdodemnyama, Diospyros galpini)

  Nina abakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo kungumhla we... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeCubudwane

  Incazelo ngeCubudwane Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani , uSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! UCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yon... qhubeka ufunde »

Tsotetsi

Umlando ngesibongo sakwaTsotetsi . Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi ! Enhla nasezansi angiyibingelele iNgabade kanye nabeSuthu phezulu eNtabazwe kungumhla weshumi nesithupha kuNh... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMagwazucaca(uMembeso, uMbeza, Andrachne capensis)

  Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba isaphila kungu mhla weshumi nesithupha kuNhlangulana(16Jun... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMduze (Crinum macowanii)

    Nina abakaGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INtethe egolwe nganti zamkhonto kithi kwaMalandela , uDlondlwane luya luhlezi luya ludlondlobele! Ngiyayibingelela yonke iNgabade kuzo zonke izindawo , kuwo womane amagumbi omhlaba. Ngethemba basaphila abeSilo . Ch... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSidikili(Gnidia cuneata)

ISidikili(Gnidia cuneata)   Nina abakaNomakhwelo iNgonyama uhlanya olisemehlweni amadoda! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! UGawu bazakuliluma bazakuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! Enhla nasezansi ngiyayibingele... qhubeka ufunde »

Umlando ngeSilo uDingane ka Senzangakhona,iSilo saseMgungundlovu

  Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! UMbombosh’omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! Inkomo eyabuya yodwa kawaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Enhla nasezansi ngiyayi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeLabatheka(African Potatoe)

    Nina abakaMakhalima akhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. Nina beSilo lo muthi eniwubona ngakwesokunxele kuthiwa yiLabatheka igama lawo . Lona ongakwesokudla yiNkomfe. ILabatheka neNkomfe imithi emibili ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!