Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Umlando ngoMntwana uMkabayi ka Jama

  UMntwana uMkabayi wayezalwa yinkosi uJama ka Ndaba , inkosi uJama yiyona ezala inkosi uSenzangakhona uyise weLembe , iSilo uShaka. Lokho kusho ukuthi uMntwana uMkabayi wabe enguDadewabo wenkosi uSenzangakhona , kanti kuphinde kusho ukuthi wabe enguBabekazi weLembe. UMntwana uMkabayi wabe eyiwele noMntwana uMama . Kuningi okuxoxwayo ngomlando weMntwana uMkabayi , okuhle kanye nokubi . Okunye kwalokho wukuthi uMntwana uMkabayi wabandakanya noma ngithi waba nesandla ekusocongweni kweSilo sakwaDukuza , iSilo uShaka. Ukuzalwa kwaBantwana oMkabayi noMama. Ngokomlando olotshwe phansi kuthiwa i... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNhlanhlemhlophe

Incazelo ngeNhlanhlemhlophe Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengeMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! USingqumba khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya!  Enhla nasez... qhubeka ufunde »

Incazelo ngokuphupha iMvu emhlophe .

Incazelo ngokuphupha iMvu emhlophe . Nina beSilo sakithi kwaNodwengu kwaNodwengu uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu. Ngiyababingela bonke abeMbube eshoba liyisilikithi , ngethemba basaphila abeNkosi. Nina beSilo le silwane enisibona esithombeni kuthiwa yiMvu ngesiZul... qhubeka ufunde »

Dithoko tsa Mogotlane

Dithoko tsa Mogotlane Ke Bathokwa ba Maseboko ga bokwe baneng se bokwa ka ntlong ngwana a belegwa Ke ba Mmapelwana tsa go tlala Tsa tlala dia falala Ga ba sie ntwa ba tshaba go fenywa Ke bana ba mmu wa Makgaseng Re Malibu a ntlo tsa goswa Ke bana ba Mmasemanodi sa Makgaseng Gabo Molala Kgosi ya Mali... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMayime (Clivia miniata, Boslelie,Bush lily)

  Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeMbube . Cha , thina sisaphila... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeGcukuma (Ikhambi lamabulawo,uMgongozi, Carpobrotus eduils)

  Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! USela lintongande lawoBalaka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungu m... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMathithibala (Haworthiopsis)

    Incazelo ngoMathithibala Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni , uMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! USobathintele wakithi eMgungundlovu , uVezi umoya mnandi ngokunuk’inyama.UFipha luyiNdlovu enaman... qhubeka ufunde »

Incazelo ngokubaluleka kokuphalaza:

  Ziningi  izizathu zokuphalaza , kulezo zizathu singabala ukuletha inhlanhla,ukuxosha omoya ababi /amaphupho amabi, ukwakha ugazi,ukwelapha, kanye nokuthi izinsizwa ihlale iphile qingqo nje inguMqemane. Abantu bakudala ikakhulukazi abakwaZulu babephila ngakho ukuphalaza ingakho babengaphathwa... qhubeka ufunde »

Izincazelo zamaphupho, awenhlanhla nawebhadi

Amaphupho enhlanhla :- Njengawo wonke amaphupho kukhona angadingi incazelo uma uliphuphile kodwa kukhona lawo adinga ukuthi ucaciselwe ukuthi lisho ukuthini. Uma siqoqa lezindaba siyaqinisekisa ukuthi sibuza abantu abahlukene ngesihloko esibhala ngaso ukuze sibone ukuthi imibono yabo iyafana noma ih... qhubeka ufunde »

Izincazelo zamaphupho

  *Uma kuzohamba umuntu emhlabeni kubakhona izimpawu ezishoyo ukuthi kukhona okuzokwenzeka. Kunamaphupho akuvezayo ukuthi kunomuntu ozohamba emhlabeni. Omunye abe nenhlanhla ngisho nokumbona umuntu lowo ozohamba emhlabeni. Ukufa yinto engeke siyivimbele ukuthi ingenzeki. Kweminye imindeni bakhi... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!