Nina abakaMsimude wakithi eMlambongwenya uMsimude owavela ngeSiluba phakathi kwamaNgisi namaQadase! UNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina... qhubeka ufunde »
Nina abakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazana! #ISilo uMpande leso, iSilo sakithi kwaNodwengu. Nina beSilo lesi silwane enisibonay... qhubeka ufunde »
Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba! UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni! #Inkosi uMalandela leyo , inkosi yakithi kwaNkomonye. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade ,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina sisaphila eM... qhubeka ufunde »
Nina abakaHlabahlungu bazashumayezana abesezitheni nabasemakhaya! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Nina beSilo ake sibheke umlando weSilo sakwaDukuza , iSilo uShaka ka Sen... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBangalala ( Eriosema distinctum) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyemeba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka iSihlahla soMdlebe. ISilo uShaka leso,iSilo sakithi KwaDukuza. Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeSilo.Cha, thina sisaphila eMantu... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UGawu bawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo uShaka leso , iSilo sakithi KwaDukuza ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNga... qhubeka ufunde »
Nina abeNkwazi ka Ndaba emaphiko amhlophe ! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! #ISilo uMdlokombane leso, Â iSilo sakithi eNaleni. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila bonke abeZulu eliphezulu. Cha, thina s... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDalondlwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqed’umuzi ngokunkenkeza! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! #ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyayibinge... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. C... qhubeka ufunde »