Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoHlazafukwe

Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! #ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo, ngethemba isaphila yonke iNgabade . Cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa uHlanzafukwe, isetshenziswa kakhulu izinsizwa , ingena kwezoMvusankuzi. Le Nduku nina beSilo iwela eMndenini wezihlahla ezibizwa ngama-Fern Plants , okuwuyizihlahla ezibandakanya,amaJaji kanye  neSigqiki soMkhovu. Le Nduku... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNyazangoma elimnyama   ( Prunus africana)

Nina abeSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! #ISilo uDinuzulu leso ! ISilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo. Cha, sisaphila thina ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngemithi ebethela izulu

Nina beMbube enamandla abantu bakithi babenezindlela zokuzivikela ekushayweni ngumphezulu, bengakafiki abelungu nezikhonkwane zabo ezinde zikagesi . Kwakunezinyanga okwakuthiwa ezezulu .[izinyanga zezulu ezinjengoMphazima kaLanga wakwaNkosi Mntungwa ] Lezo zinyanga zazingongoti ekubetheleni izulu. U... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSihaqa saseZimbabwe (Cassia abbreviata )

Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethema basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMbokwane   ( Electric eel )

Incazelo ngoMbokwane  (Electric eel) Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila.UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade.Ngethemba nisaphila nina beS... qhubeka ufunde »

UMlando ngoMntwana uMkhungo ka Mpande

Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kwephesheya , uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade . Thina sisabanyayisa abasizondayo. *Nina beSilo ake ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeBoza (Tetradenia riparia,Ginger Bush)

Nina beSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! #ISilo sakithi oSuthu leso, iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade. Ngethemba nisaphila. Cha, thina sisaphila eM... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMadolwana(Equilabium laxiflorum )

Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! #ISilo uMdlokombane leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke indawo , ngethemba nisaphila nina beSilo . Cha, thina sisaphila eMantungweni. UMadolwana   Nina beSilo le Nduku... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeBhakubha

Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya!#ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba nisaphila ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMbune

Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphisa bakhumbule amaGawu abebesi! UKlebe engibone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala. UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya!#ISilo uShaka leso ! Ngethemba bsaphila abeZulu eliphezulu. Nina beSilo le Nduku eniyibonayo k... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!