Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . Cha, thina sisa... qhubeka ufunde »
Nina bakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! INdiha le babayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! #ISilo uDingane leso iSilo sakithi eMgungundlovu . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba b... qhubeka ufunde »
ISilo sakwaDukuza, uShaka ka Senzangakhona Nina beSilo ake sibheke ukwelamana kweZilo zakwaZulu. Lo Mdwebo eniwubonayo ngoweSilo uShaka ka Senzangakhona. ISilo uShaka yisona esakha uZulu , kuthiwa sawakha kusukela ngowe 1816 kuya ku1828. ISilo uShaka sahlala eSihlalweni soBukhosi ngo1816 ngemuva k... qhubeka ufunde »
Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! #ISilo sakithi oSuthu leso ! ISilo uDinuzulu ka Cetshwayo . Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo lesi s... qhubeka ufunde »
Nina bakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amagawu abebesi! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abaSini bengoma! Uklebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! #ISilo uShaka leso ,iSilo sakithi KwaDukuza. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNga... qhubeka ufunde »
Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosola eManxiweni amaXhegu ayosala eMizileni! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso , iSilo uMpande ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo. Sisaphila thina kwaKhumalo. Nina beS... qhubeka ufunde »
Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba ! UVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! #ISilo sakithi eNaleni leso iSilo uMdlokombane ka Bhusha ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Sisaphila thina eMantungweni. Ni... qhubeka ufunde »
Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba! UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni! #Inkosi uMalandela leyo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo, cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo lo muthi eniwub... qhubeka ufunde »
Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba ! UVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! #ISilo sakithi eNaleni leso iSilo uMdlokombane ka Bhusha ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Sisaphila thina eMantungweni. Ni... qhubeka ufunde »