Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! UVezi kofa abantu kosala izibongo , yizona eziyosala zibadabula, yizona eziyosala zibalilela emanxiweni! #ISilo sakithi eMgungundlovu leso , iSilo uDingane ka S... qhubeka ufunde »
Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane! INdiha le babayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! UMakhonjwa ngendololwane konje iminwe iyokhomba abanjani? USingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! #ISilo sakithi eMgungundlovu leso! ISilo uDingan... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni!! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!!#ISilo sakithi eMgungundlovu leso, iSilo uDingane kaSenzangakhona….. Nina be... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi oSuthu uCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! UMkhumbi gudluka sibone amaMgumgedlela!#ISilo sakithi oSothu leso iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo .... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini abengoma! UTeku lwabafazi bakwaNomgabhi betekula behlezi eMlovini bethi uShaka akayikubusa akayikuba nkosi! #ISilo uShaka leso ! ISilo sakithi KwaDukuza! Nina beSilo ake sibheke izibongo zeS... qhubeka ufunde »
Nina abakaSimayedwa njengeLanga lona limi lodwa eZulwini , uTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela !#ISilo sakithi kwaNodwengu leso ... qhubeka ufunde »
Nina abeZulu eliphezulu ,nina abeMbube eshoba liyisilikithi uHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! UZitho zimagwegwe ngokugwegwa abakaYise ! #Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu .Cha, thina sisaphila eMantungweni. ... qhubeka ufunde »
Nina aboKhozi lwakithi lwakithi eMakheni olunzipho zinde zinguMjongolo! Luhlezi laph’eMnduzini, luqaph’imizi yamadoda ukweluka!#Inkosi yakithi eMakheni leyo inkosi uMageba ka Zulu! #Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Sisaphila thina eMantung... qhubeka ufunde »
Nina abeMamba yeVuna eyathi ukuvuka yadla abakaYise!UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi!UZulu laduma obala lapho kungeMunga kuMtholo! UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu!ISilo sakithi oNdini leso! ISilo uCesthwayo ka Mpande.Nina... qhubeka ufunde »