Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Isela lintongande lawo Baleka elithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! UQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyofa uMdlebe kwaSoshangane!#ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eMgungundlovu. ISithende seZulu (INdabul... qhubeka ufunde »
Nina abaka Zulu liyazayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela !! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma! Inkomo eyakhala eMthonanjeni izizwe zonke zayizwa ukulila!!#ISilo sakithi kwaDukuza leso ,iSilo uShaka ka Senzangakhona….Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgab... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeSithwalambiza Enhla nasezansi ngiyababingelela abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela !IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma .ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona . ISithwalambiza Nina beSilo lesi silwanyana enisibonayo s... qhubeka ufunde »
Nina abeMbube eshoba liyisilikithi , iGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde , kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela !! UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu!! #Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeSilo, sisaphila thina eMantungw... qhubeka ufunde »
Nina abakaNgelengele kalingani nantaba ngoba mkhulu ungangeZwe lakhe! UngangoMphehlela noMaqhwakazi !! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijyeze abasini beNgoma! INgqayingqayi ka Phunga noMageba engiyibuke ngaze ngayojwayela! #ISilo sakithi KwaDukuza leso, iSilo uShaka ka Senzangakhona . Enhla nasezansi ng... qhubeka ufunde »
Nina abeNkonyane ka Ndaba eyakhula beyizonda njengesiXhumu seNyamazane, uTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UMandasithebeni lo onjengeNsonyama! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso, iSilo uMpande ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngethemba basap... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa onyakeni ... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo sakithi oSuthu uDlothovu kabhekeki ufana nemisebe yeLanga! USilwanankunzimbili!UMagalela agase njengenkosi yaMansthali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu. Â INkosi yeNsizwa! UCala lathethwa ngoMkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! Enhla nasezansi angiyibingelel... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeSende leNja Nina abeMbube eshoba liyisilikithi uHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana.Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade.Ngethemba isaphila. Cha , thina sisaphila kwaKhumalo .Isende lenja  umuthi cishe esiwaziyo sonke.Isimila esimila kuzo zonke nje... qhubeka ufunde »