Mtimande Bhambolunye Zingaba mbili zifuze ekhakonina Maswazi amahle Madonsela Sgweje Malambule Masango makhulu Angawabantu nawezinkomo
Dlamini, HlubiNkosiLudonga laMavusoAbay’eMbo bebuyelelaSidwaba sikaLuthuliWena esingangcwaba sibuye noMlandakaziAbawela lubombo ngokuhlehletelaNina baSobhuza uSomhloloUMswazi kaSobhuzaMlangeniNina bakwakusa neLangaNina bakwaWawawaLokothwanaSibalukhuluNina beNgwaneNina besicoco sangenhlanaNina beKu... qhubeka ufunde »
Mzizi, DlaminiJama kaSijaduNomane, MtikitikiGubungulasheNdabazamthethwaNsukunsukuNtabayanyuka, SandlulubaNkosi..
Nolanga, Skhakha somfazi, Nsukunganye, Cebisa, ocebisa abafokazana ngozuka Ndwani, Noyivalela, Ndaba zamanina, Sibunyana siluhlazana intebe, Mandondo weNkethe, Jaja, Maphambukela, Mbayimbayi, Mbuya, Madlodlongwane, Sikhonkwane, Ntanjana, Mmemezi, Tonisi, Maxolo!
Khambule, Mzilankatha, Inkatha kayingen’endlini, Yangena kubola izinkaba zabantwana, Nina bakaNkomo zilal’uwaca, Ezamadojeyana zilal’amankengana, Mlotshwa, Malandel’ilanga umaliyoshon’emaNcubeni, Mpangazitha, Magasolo, Nina basebuhlen’obungangcakazi, Abadl’embeleni wenkomo kungafanele,... qhubeka ufunde »
Mbatha, Shandu kaNdaba, Sontshikaze, Manyosi, Gumbi lamagwala, UShandu akangakanani,nasentendeni yesandla engahlala, Nasothini lomkhonto uyenela, Mthiya ngenkomo abafokazana bethiya ngamahlahla, Shandu owalima insimu wayilimela izinyoni, Zase zimbonga zathi tshiyo! tshiyo! Bhabha Magwaza, Nkentenken... qhubeka ufunde »
Maphumulo, Mashimane, Doncabe, Zikode, Dubandlela, Mgobode,Masiyane! Cwalile!!
Mshibe!Madlanduna!Abadl’insikazi belambile, Ngoze ngikwenze owangenza khona, Nina eningawadl’amasi ningawanikiwe, Nesab’amas’ehla ngendololwane, Nina bakaMashiza, Ndlwan’enhle! Sigencagenca mbaz’ebukhali! Malal’aqhamuke ngezansi, Zingwaz’ezidl’inyama abanye bedla izinyamazane, Mave... qhubeka ufunde »
Ngcolosi, Wena kaDlabazane, kaNgwane, kaNephu, kaLamula Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngalala, Shongololo Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze. Nyawo zeShongololo kaziphumuli. Sigamphu Ngwane, ingwani ngwadi Abayibone ngesond’ukuthi iwelile, Jali Nin... qhubeka ufunde »