Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Hadebe

Zintathu izithakazelo zakwaHadebe ezitholakele lapha. Hadebe Mthimkhulu Bhungane kaNsele Nzimande Wena kaLangalibalele KaNdlubu ezamila endaweni embiNgoba zamila emthondweni. Amangelengele anzipho zinde Ngokuziqhwandela. Makhulukhulu! Hadeb’omuhle okhonz’agoduke Angaze axakwe yithambo lasemzini. Sigoloza esikhangel’ umuntuSengathi simjamele, Umkhulu Bhungane Kodwa awungangoNkulunkulu. 2 Mthimkhulu Mashiy’amahle anjengawenyamazane AbakwaThondo kwabakaSothondose. AbakwaDlomo-dludlu wezindlu nezindlwana. Abakwazitho zimhlophe, mashiy’amahle , Niye nabuthathaphi ubuhle obumhlophe obunje?... qhubeka ufunde »

Kheswa

Kheswa! Nozulu! Mpangazitha! Mchumane! Mnguni, Abanguni abangakanani, Ngoba nasechopheni leqhiya (leduku) bayenela! Izulu eladuma ekuseni, Kwathi ntambama laphangalala! Nina enehlis’uBuhhedlana, Amangelengel’awel’iMpofana nawel’uThukela! Nawela ngesilulu nibheke eBusuthu. UMchachambi wezulu ... qhubeka ufunde »

Mhlongo

Makhendama!Soyingwase! Nina bakaBhebhe kaMthendeka! Nina bakaBhebh’owabhebhel’umuntu etsheni. Nina bakaSoqubele onjengegundane. Nina baseSiweni. KwaMpuku yakwaMselemusi. KwaNogwence webaya. Dlomo weNdl’ende! Sihlangu samavaka seswel’ababhemu. Wen’owalala nomunw’endunu, wavuka wawuncinda ... qhubeka ufunde »

Magubane

Nkomose Dibanto Thole Malinga Wena owalinga izintaba zaganana Nhlun’emhlophe,ingababomvu ngeyomlandakazi Mzilankatha Msenganduna namathokazi Ndlandla kubheka Jiyane Nongalo Wena ophika nelanga Didiza Msuthu wasenhla Zibaya ,Snquma

Khuluse

Hlongwa, Gabhise, Mtumaseni, Khawula, Mdindela ! Nina enehla ngomzungulu wasala wabola

Hlongwa

Khuluse, Gence, Shozi, Gabhisa, Mtumasela, Langa, Mbasha, Wena owehla ngomzungulu wasala wabola, Khawula!

Mahaye

Mpangazitha Mahlobo Sonomo Zulu Nodange edumile Mningiza Mpikwane Nondela mzimba odikila isidumbu adle umlenze Bubi kabulali ngoba babulala abakwaDludla Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela Mnqandwendwe Mageba sabela uyabizwa Dlambedlu olumashobane

Shezi

Dlaba, Mnomiya,Shukulase Dludle, Dludl’owadl’imihlambi yamadoda, Wadl’izinkomo zamaNdebele , Oyodl’ezikaDlaba uyoceba, Dlab’akadleli phansi. Udle’edlodlweni,Abanye bedlela phansi, Mavulane owavul’iNkandl’ivaliwe. Mchube,Mlotshwa, wena kaLumbazo , kaZokufa. Sgananda phum’eNkandla…... qhubeka ufunde »

Sikhakhane

Mboma kaMqhele, Mathula, Nzimase, Sdwaba esinembobo, Wena sango elingezantsi,lapho besa khona imilomo, Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha, Wena kaMboma os’hlahla samila edwaleni, Wena kaSoqhafuza, umlung’odla izinkobe, Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo, Inkomo ... qhubeka ufunde »

Shangase

Shuku Ndaleka Mkheshane Nogujwa Thomani

error: Akuvumelekile lokho !!