Gegana Bulembu Mthinti wamahashi Intomb’ethombela emlenzeni ezinye zithombela emfuleni Ndebele/Tebele Musi ka Mhlanga Mthombeni ogega ngomlambo Makhandane Mbizeli Mbokwane Ndlovu. Labo oNdlovu abatholakala eZimbabwe , abahlobene noNdlovu oGatsheni . Umlando walaba bantu uxhumene kakhulu... qhubeka ufunde »
Ntshangase, Mgazi, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng’osinda abosi,..
Mningi Sohlaza Mthiyane ngokuthiya amadoda Mqedi Wena waseMandlanzini Mphangwa
Mtolo Zulu Mfingo Dlangamandla Mchenge Mabhanekazi Gasa Mvula Mnisi wemvula Oonkuni azithezwa Ngwenya-Nkomo-Nkulu Fakudze Photholozi Zithezwa ziinkosazane kuphela Amagxuma/ Amajuba ntlasi angokhelwa mlilo OoMfula awuwelwa/ooMkhomazi awuwelwa Uwelwa ziiNkonjane kuphela Zona ezimaphikwamade Zibhahbela... qhubeka ufunde »
Mqamu, Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula, Gwanyana, Mbhuli, Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama, Ngoza Lukhozi, Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!
INkunzi elukhanda lubanzi YakokaMathathela Evimbel’uNgenetsheni Yavalel’uButhelezi Kwathiwa ivimbeleni bafana Ingangen’ekhaya Ngoba iyoth’ingangen’ekhaya Ifik’zone izithole INsingisi kaNdaba Ebanga izul’ukuphendula UMnguni wakithi Itshe elehle phezulu Kubo e... qhubeka ufunde »
INkwenkwezi yakithi oHlangeni Eyaphuma umthala wadabuka IZilo zonke zomhlaba zabikelana Ukhaba lemikhonto Elamila ezifubeni zamadoda UMashwila ongasihlahla somdlebe INkonyane yoHlanga Iyadla iyaphindelela UMagwanda aziyeke zibulalane UNonjilwayo onjengesiphepho UMningi omakhandakhanda UMnguni omnyam... qhubeka ufunde »
Izibongo zoMntwana uMaphitha kaSojiyisa kaJama::: INyosi ::UGwebisa kaMandondo wakwaDlamini:: IMbenekazi engayinyathi yokhalo Ukhalo luvel’abantu Luvel’uZihinqi KwaMandlakazi IMvukazi eyenyise Amaxhum’amabili Yenyis’uDomba Yenyis’uTokotoko UMdiliza qoqo lazitha INyathik... qhubeka ufunde »
Vilane Mkhulandle Madlela nyogweni Masisa libalele njenge nchoshane Siphundvu vukane nebalandzakati Ntekati Anidli mancamane nidlela enyongweni Khota Ndomu