1. Umlungu angathungwa isicoco – Kusuke kufungwa. Uma umuntu ethi into ethile ayisoze yenzeke usebenzisa sona lesi saga. Incazelo yaso iyefana neyesaga esithi “inkomo ingazala umuntu” 2. Wande ngomlomo kuhle kwesiqebetho – Wande kakhulu ngokukhuluma kepha uma sekuyiwa ekwenze... qhubeka ufunde »
1 .Ukuzithela kumalunda uzichome Lesi sisho sichaza ukuphaka impi noma ukuphuma uyolwa ngethemba lokuthi uyofike udle umhlanganiso kulowo osuke uyolwa naye, bese leso sitha sakho sizilwela ,nishayane nize nibukane , noma ugcine kuhlehle wena ophake impi Ukuzithela kumalunda uzichome -ke lokho . Is... qhubeka ufunde »
UKhozi lwakith’eMakheni Olunzipho zinde zingumjingolo Luhlezi laph’emnduzini Luqaphel’imizi yamadod’ukweluka Ugwija bathokoze Nabasemuva kwaNkomonye IThole likaGumede Elehle ngamandla eSihlangu Lingesabi nakwephuka Ginqika Thol’elimahwanqa Lakith’eMakheni Wehle ng... qhubeka ufunde »
INgagal’emabala Inyoni ezibuka ukuphenduka Ibuke iningizimu Yagqugqa yezanemvula Umthala oshay’iznhlu Phakathi kwezintaba ezimbili IThala neBabanango Unkomo zinogagu Zithwel’iningizimu Nangezimpondo Imamba enamanxeba Emikhonto nawezinhlendla UMalandela ngokulandela Izinkomo zamadod... qhubeka ufunde »
UJama kaNdaba UJama omvukuzi zimonya Ziyenqab’ukuwela Emfuleni lingani Inga zingumhlambi zingabhudla Isiduli esiphahlwe Ngamakhand’amadoda Ubhoqol’omakhandakhanda Nabalimi bensimu bangawusiphula UJama kabongwa ngabalandakazi Ubongwa yinjeye yaseMqekwini Abongwe yinjeye yaseMabhulen... qhubeka ufunde »
INyosi uSehla kaNdengezi wakwaZungu >> UMamonga woSuthu UMamonga kabulali uyasizila Uqotha imbokode nesisekelo Ufana neNdlovu emnyama yasOndini Usilwa nankunzi mbili Enye ngeyakwaNgenetsheni Enye ngeyaseBhanganomo UMgwazi kadinwa zinqapheli Isikhomo esikhomo esimazinga Umuzi bawuphume ehlathin... qhubeka ufunde »
INyosi ::uMagolwana kaMkhathini Jiyane UVezi uNonyanda uMgabadeli Owagabadel’inkundla yakwaBulawayo Odonswe ngezintab’ezimakhelekethe UVezi wakwaSimangalunyawo UMbombosh’omnyama UVemvane lukaPhunga noMageba UVemvane olumabal’azibhadu Ngibe ngiyalithinta lwahwaqabala LunjengoP... qhubeka ufunde »
INyosi uHoye kaSoxhalazi wakwaNdlela >>>>>>>>>>>>>>>. INkayishan’enkulu kaMenzi Ephuz’umlaza ngameva Ulanga lisehlule madoda sesingaMavikithi Ngosib’olusenkundleni Kith’oSuthu Luntula noyedwa ongaluthintayo UNogwaj’oshiy̵... qhubeka ufunde »
INyosi : uMagolwana kaMkhathini Jiyane UMsimude! Owavela ngesiluba Phakathi kwamaNgisi namaQadasi INkonjane edukel’ezulwini Unowela muva wawoShaka Mdayi sabela kweliphesheya Izalukazi ziyosala emanxiweni Amaxhegu ayosala emizileni ISikhukhulane sikaNdaba Esikhukhul’omame sabetshatha Saze... qhubeka ufunde »