Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNdwandwe. Abantu bakwaNdwandwe imvelaphi yabo isenhla yezwekazi laseAfrika njegabo bonke abaNguni. Ngokwezigaba zabaNguni abakwaNdwandwe bangabaNguni baseMbo noma ngithi bangaMbo Nguni. Umuntu owawunothisa kakhulu umlando wakwaNdwandwe inkosi uZwide... qhubeka ufunde »
1. Umlungu angathungwa isicoco – Kusuke kufungwa. Uma umuntu ethi into ethile ayisoze yenzeke usebenzisa sona lesi saga. Incazelo yaso iyefana neyesaga esithi “inkomo ingazala umuntu” 2. Wande ngomlomo kuhle kwesiqebetho – Wande kakhulu ngokukhuluma kepha uma sekuyiwa ekwenze... qhubeka ufunde »
1 .Ukuzithela kumalunda uzichome Lesi sisho sichaza ukuphaka impi noma ukuphuma uyolwa ngethemba lokuthi uyofike udle umhlanganiso kulowo osuke uyolwa naye, bese leso sitha sakho sizilwela ,nishayane nize nibukane , noma ugcine kuhlehle wena ophake impi Ukuzithela kumalunda uzichome -ke lokho . Is... qhubeka ufunde »
UKhozi lwakith’eMakheni Olunzipho zinde zingumjingolo Luhlezi laph’emnduzini Luqaphel’imizi yamadod’ukweluka Ugwija bathokoze Nabasemuva kwaNkomonye IThole likaGumede Elehle ngamandla eSihlangu Lingesabi nakwephuka Ginqika Thol’elimahwanqa Lakith’eMakheni Wehle ng... qhubeka ufunde »
INgagal’emabala Inyoni ezibuka ukuphenduka Ibuke iningizimu Yagqugqa yezanemvula Umthala oshay’iznhlu Phakathi kwezintaba ezimbili IThala neBabanango Unkomo zinogagu Zithwel’iningizimu Nangezimpondo Imamba enamanxeba Emikhonto nawezinhlendla UMalandela ngokulandela Izinkomo zamadod... qhubeka ufunde »
UJama kaNdaba UJama omvukuzi zimonya Ziyenqab’ukuwela Emfuleni lingani Inga zingumhlambi zingabhudla Isiduli esiphahlwe Ngamakhand’amadoda Ubhoqol’omakhandakhanda Nabalimi bensimu bangawusiphula UJama kabongwa ngabalandakazi Ubongwa yinjeye yaseMqekwini Abongwe yinjeye yaseMabhulen... qhubeka ufunde »
INyosi uSehla kaNdengezi wakwaZungu >> UMamonga woSuthu UMamonga kabulali uyasizila Uqotha imbokode nesisekelo Ufana neNdlovu emnyama yasOndini Usilwa nankunzi mbili Enye ngeyakwaNgenetsheni Enye ngeyaseBhanganomo UMgwazi kadinwa zinqapheli Isikhomo esikhomo esimazinga Umuzi bawuphume ehlathin... qhubeka ufunde »
INyosi ::uMagolwana kaMkhathini Jiyane UVezi uNonyanda uMgabadeli Owagabadel’inkundla yakwaBulawayo Odonswe ngezintab’ezimakhelekethe UVezi wakwaSimangalunyawo UMbombosh’omnyama UVemvane lukaPhunga noMageba UVemvane olumabal’azibhadu Ngibe ngiyalithinta lwahwaqabala LunjengoP... qhubeka ufunde »
INyosi uHoye kaSoxhalazi wakwaNdlela >>>>>>>>>>>>>>>. INkayishan’enkulu kaMenzi Ephuz’umlaza ngameva Ulanga lisehlule madoda sesingaMavikithi Ngosib’olusenkundleni Kith’oSuthu Luntula noyedwa ongaluthintayo UNogwaj’oshiy̵... qhubeka ufunde »