Dlamini
Malandela
Nyanya
Mfolozi eMnyama iNkethabaweli
AbakoNyanya abayiphuzi ngoba yafika neNkosi yakubo
Abanebhaxa abayiweli
Babuyela kubo bayofuna isithole esimdaka
Abazowela ngaso
Soshenge
Wena wakwaSomabika ngokubikela aMaShenge
Ukuthi kuyadliwa kwaMandlakazi
Manzayiwayo!