Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela , uGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbul’amaGawu abebesi! IGwija likaMdlaka ligwegwe liyez’abasini bengoma! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina s... qhubeka ufunde »
Nina abakaZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo! UCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! UMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade kungu mhla weShumi nambili kuApreli{uMbasa}... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma kakhulumi akanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqed’umuzi ngokunkenkeza ! INzima yakithi ewukwena koMkhumbane khona kwena kungafakwa lunyawo! UGaga ngamanzi angawesi mlomo, amanz’odwa asal’ababaze! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi eNaleni uSihlangu simagqabha sinamanxeba , uVava lwenkunzi yakithi kwaKhethomthandayo ayigwebi ichoma ngazo zombili! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uMhlonishwa igama lawo lesiZulu. NgesiBhunu ubizwa ngeBloukeur... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoBande lwaMandawe (Greyia sutherlandii) Nina abeKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu.UZulu eladuma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! USinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu Lwenzan... qhubeka ufunde »
Nina bakaZulu zizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Nina beSilo ake sibheke izinhlobo zemimoya, kanye nezifo ezimbalwa ezibaphazamisa kakhulu abantu abansundu ikakhulukazi enzalweni. AmaNdiki: Lona umoya omuntu ong... qhubeka ufunde »
Kuloba uNelisiwe Hlongwane ,weLwazi Programme:: Abelaphi bendabuko banezingubo abazigqokayo uma beqhuba umsebenzi wabo wokwelapho. Lezingubo noma izimpahla ziyakwazi ukuthi zibaveze njengabantu abenza lomsebenzi ngoba azigqokwa yinoma ngubani. Lapha sizobheka ukuhlukana kwazo lezingubo ngemibala nok... qhubeka ufunde »
Nina abakaNgalo simqingo ngoba ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla zinhlanu kuMbasa onyakeni ka 2023. Nget... qhubeka ufunde »
Isizwe samaNdebele namuhla sisithola esifundazweni saseMpumalanga , endaweni ebizwa ngaso , okuthiwa kukwaNdebele. INzalabantu yesizwe samaNdebele kuthiwa uNdebele , owabe engenye yamadodana enkosi uMnguni ka Ntu, okuthiwa nguyena odabula wonke amaNguni. Lesi sizwe samaNdebele asihlobene naba... qhubeka ufunde »