Incazelo ngoMnukelambiba Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi,uMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele.UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose.UNgalo zimqingo ngoba ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane.Enhla nasezansi ngiyazibingelela ... qhubeka ufunde »
Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe. UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgadade , ngethemba basaphila abeSi... qhubeka ufunde »
Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba , uVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodongva kwaBhekuzulu , uNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana !! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kungumhla wamashumi amabili nesishiyagalo mb... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMaguqu Nina abeNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu uZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu.UVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili.UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana.Enhla nasezansi ngethemba zisaphila iziNgabade.Le nduku eniy... qhubeka ufunde »
Nina abaka Klebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala!UNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye, ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe. UHlanya olusemehlweni amadoda, uNomakhwelo iNgonyama! Enhla nasezansi ngiy... qhubeka ufunde »
Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbul’amaGawu abebesi! UZulu lizayo khwezan’abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela ! IGwija likaMdlaka ligwegwe lij... qhubeka ufunde »
Nina baka Singquma kakhulumi akanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqed’umuzi ngokunkenkeza! uQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane!! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abakaJininindi ka Ndaba omnyama. Cha, thi... qhubeka ufunde »
Inkosi uTshanibezwe yayizalwa inkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi . Inkosi uMnyamana yagqama kakhulu ngezikhathi zokubusa kweziNgonyama oCetshwayo kanye noDinuzulu. Ngesikhathi sokubusa kweSilo uCetshwayo inkosi uMnyamana yabe inguNdunankulu ka Zulu. Ngesikhathi sokubusa kweSilo uMpande... qhubeka ufunde »
Nina abakaKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu! UHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana ! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo!! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo . Cha thin... qhubeka ufunde »