Nina abakaMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele ,uNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu sinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwumhlaka wamashumi amathathu kuNdasa onyakeni ka 2023. Ngethemba bayaph... qhubeka ufunde »
Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi , uMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele! UNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphath’iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemb... qhubeka ufunde »
Nina aboVemvane lukaPhunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiluthinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma! USingquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, th... qhubeka ufunde »
Nina beMbube enamandla ake sibheke ukudla noma izitshalo zasemasimini.Ziningi izilimo ezitshalwa emasimini , iningi lazo zitshalelwe ukudliwa njengokudla kwamihla yonke. Kanti zikhona nokho ezitshalelwa umsebenzi owehlukile , njengokuphisa utshwala . Okunye esingakuphawula wukuthi zikhona izitshalo ... qhubeka ufunde »
Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa onyakeni ... qhubeka ufunde »
ISilo sakwaKhethomthandayo , iSilo uBhekuzulu Cyprian Nyangayezizwe ka Solomon ka Dinuzulu kuthiwa sazalwa mhlaka zizine{4} kuNcwaba 1924 , sakhothama mhlaka 17 kuMandulo 1968, sakhothama sineminyaka engamashumi amane nane{44}. Ibutho laso kwabe kunguManukelana {INgangakazane eyanukela iziz... qhubeka ufunde »
Nina beSilo ake sibheke izilwane zaseNdle ezidla ezinye izilwane , phecelezi ama-Carnivores. Sizoqala ngalezi ezibizwa ngama-Kati \oMangove baseNdle, phecelezi Wild Cats. Lezi zilwane zibandakanya amaBhubesi , iziNgwe, iziNgulule, ama-Thayiga njalo njalo. Iningi zazo ziyakwazi nokukhwela emth... qhubeka ufunde »
Nina beNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi ! UMudli wenguyazana eyedwa kwaNolele! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba abeSilo basaphila kungumhla wamashumi amabili kuNdasa onyakeni ka2023 . Cha... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoManzamhlophe Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UGawu bazawuliluba bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade kuwumhla wamashumi amabili kuNdasa onyakeni ka 2023.Ngethemba nisaphila nina beNgwazi,cha t... qhubeka ufunde »