Nkala Mlotshwa Vumisa Maphepha Mphanjane Sitsha esihle sokudlela amasi nenyama Sitsha esihle sobujlalu AbakwaNyanga yethwese Abathwes’ umuntu ngojojo Mawela Mawel’ umful’ ugcwele, Bewuwela bewuphindelela Abanyawo zimansense Vumisa Hlubi
Zikode! Bhungane wenza ngakuningi! Makhulukhulu! Umkhulu Bhungane kodwa awungango Nkulunkulu! Mashiya amahle amade anjengawe nyamazane! Mafuza afulele njengelifu lemvula! Sgoloza esimehlo abomvu esibheka muntu kubengathi siyamjamela! Ndlubu ezamila ebubini bamadoda! Ngoba zamila emthondweni kwaSthon... qhubeka ufunde »
Vilakazi Nzimande Jili Mphephethe Wena waseNgwede neNgwavuma Wena owadla udadewenu wathi akananyongo akamhlehlo Ibhabhakati Umhlehlo oduma njenge zulu Wathi usezitheni waqalingana, Walingisa insimu yendoda edonda ukumila Nina abaMakhosana mancane Ngokuzilamlela amagaba aphelele ngokuphulelana Binda ... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNdondo kusengabantu bakwaHadebe , ngakho-ke ngokwezigaba zabaNguni nabo bangabaNguni abawuhlobo lwabaMbo Nguni njengabo abakwaHadebe . Laba bantu babuye baziwe ngokuthi nangaMaHlubi , kususelwa egameni likaKhokho wabo uHlubi wayephila kudala kakhulu. UHlubi wayeyindodana kaHadebe okwaw... qhubeka ufunde »
Nhlangothi S’hlahl’ekhulu Cimbishe Ntethe Mlondo, Vezi, Nyong’eluhlaza enjengeyenyamazane, Masilela, Jiyane, Kweyama!
Masina Mngomezulu Dlakadla Siximba Mfis’ ongafi Mfazi omabele made Ancelisa ingane ingaphesheya komfula Heheni beSuthu nibokhonza nigoduke Niwela umfula ngokuhlehletela Masina Lutsala Mngomakati Mancele Khombelwako Mavutsele khatsi njenge lihwabha Masina Jojolukati Wena uhamba ngendlela uhamba... qhubeka ufunde »
Khaphela Gcwensa Ndimande Manembe ka Gagamela Mngethwa Madlovazane adla amagatsha akoNtshiphela Mancish’ngane igqolozele Madlula litsele Maqoqo.
Ndlovu Ndlamane Masina Wena kaSidwabasiluthuli Mvemve we nyoni Sidwabasilithuli Mncongwamusa Magcobansimbi Nina ba kwaNdlela Masina
Ke Tau Ke Sebata Ke Namane e tshehla Ke Namane ee liphakaphaka Ha oe ane mohatleng oe ana phatleng!