Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Khalishwayo

Mhlophe, Mathunjwa, Ndandaza uphoso, Weno ka Soshabeni, Wena ka Mnikulugede singakaze sibone zinikwana

Dlodlo

Dlodlo Mqhube Mabanga Mpangazitha Hhamu onjengejele Wena kaNongula Nina enadla iscaba sisinye nasidla ngokwabelana Mthiyane Nobanda Mabanga           Osesithombeni nguCleopas Dlodlo (ongasekho) uMdlali webhola owayevela kwaBulawayo eZimbabwe

Dzhabuli

Dzhabuli ya Mmada Batho bamthangwane Bathangwa dikgomo li bathu Ya Nkwanaki Kgomo tsha bomaradela Engwe ya thiba Engwe ya thibulula Kemosimane wa bo mafaula sigidi thavheni Ariyeriye dzhabuli weeeee Dzhabuli motho waha mbedzi

Mavundla

Mavundla Mwelase Mbova Wena ka Snakanaka kaNtendeni Hwayiza ka Nonduku Mthimude kaMawewe Zikalala Shebi Mwelase owagedl’umhlanga wawushiyelela, Nzima Mawela Nhlanganiso Mthimude Wena wakwaGezamhlanga Nina baka Nkomoningi Nina bakwaJwana Mwelase     OMavundla bakwaXhosa bona bathakaze... qhubeka ufunde »

Mnisi

Mnisi Mvuleni Manyovu Nkophezimayaka Gwadlagwadla Nkonjane Mfula kawuwelwa uwelwa zinkonjane zona ezindizela phezulu Mnisi wemvula ilanga libalele Wena owangena ngesidlwane sivutha esizibeni samantyolo waphuma naso sivutha Mnisi           Osesithombeni nguMnu Paul Mnisi ongu... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMntwana uNdabuko kaMpande 

  UMntwana uNdabuko kaMpande ungomunye waBantwana baseNdlunkulu yakwaZulu abawulwela kakhulu uMbuso kaZulu ikakhulukazi ngesikhathi seNgonyama uDinuzulu. Wazama impela uMntwana uNdabuko ukuwuvikela uMbuso kaZulu .  UMntwana uNdabuko walwa ngokuzikhandla empini yakwaNdunu neyakwaCeza phakathi kwenyanga kaNhlangulana ngowe 1888. KwaNdunu igquma eliseduze nakwaNongoma . Impi yakwaNdunu yayiphakathi kukaZulu ngaphansi kweSilo uDinuzulu kanye noMntwana uZibhebhu wayesetshenziswa ngamaNgisi ukudala izinxushunxushu kwaZulu. Kuleyo mpi uZulu wadla umhlanganiso nokwathi ngemuva kwaleyompi amaNgisi abopha iSilo uDinuzulu noyise baso aBantwana oNdabuko noShingana abathwesa amacala okuvukela umbuso wawo . AmaNgisi abathumela eSiqhingini iSt Helena , iSilo sagwetshwa iminyaka eyishumi, uMntwana uShingana wagwetshwa iminyaka eyishumi nambili , uMntwana uNdabuko yena wagetshwa iminyaka eyishumi nanhlanu. UMntwana uNdabulo wayebuthelwe eButhweni u’Mbonambi onduku zibomvu igazi “, okuyiButho okwakukhona kulo noMankulumana kaSomaphunga Ndwandwe. Wayebuthwe yiSilo uMpande.Ngesikhathi iNgonyama uDinuzulu noYise bayo bedingiselwe eSt Helena uNina weSilo uDinuzulu iNdlovukazi uNomvimbi Mzimela yiyona eyasala ibheke isizwe sakwaZulu , isizana noNdunankulu uMankulumana kaSomaphunga Ndwandwe.UMntwana uNdabuko wayelamana neSilo uCetshwayo kanye

Sibanyoni

Pangela Sibanyoni Mbina pangela Mkhwanazi ohlaza njengenyoni yezulu Anga lilitje lelwandle NguMagaya ngenhloko imbokodo zikhona Makhwentaba Phungutjani ekhamba izililela Ithi umuzi kababa ukhawukile kanti akusikukhawuka kuzinyangela. NgebakwaSalukazi esinyiso made, Esanyisa ngaphetjheya kweGwa neGwa... qhubeka ufunde »

Mashazi

Thabane Nsele Zwelibanzi Magalela gase njengengonyama Khondlo Hlabangane Ndima kazilingani nezabafokazana Mtshali Mabhedla Mantshinga angacoshi kuze kucoshe abafokazana Hlabangane elimhlophe okwezihlabathi zolwandlempheli

Mashele

Ni Mbatini Hivaka nghamoni Hi vana va Matimbeni Matimba lamankulu ya nghamoni Nghamoni afile afele e Nceleni wa Xihembana Kufa avaleli valela kuendza Hi vana va Ntsondzela na Nsuku na Ngwavila Hi vaka Hoxana Hi vaka Mavutana mavuta ti hlovile ntombozana yakwethu Ahi yeni ebalantsini exihlahleni ka H... qhubeka ufunde »

Mabika

Mabila Dinabantu, Mazalankosi Lushingishingi luza ngomoya, Sengwayo Gabha limdudu ngasemabeleni ezimpunzi, Hlabana bemgqiba bethi hhethi mngani                                 Osesithombeni uNokuthula Mabika onguMlingisi... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!