Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeButha 

Incazelo ngeButha  Nina abakaNowelamuva wawo Shaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.ISikhukhune sikaNdaba esikhukhule oMame sabetshatha saye sayobalahla ezinkwazini zoThukeka.ISilo sakithi kwaNodwenu leso iSilo uMpande ka Senzangakhona.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade ,ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Sisaphila thina kwaSokhumalo IButha  Nalo-ke iButha nina beSilo.Umsebenzi wale nduku nina beSilo wukudonsa,le nduku yinhle kakhulu eZibungeni zamaBhizinis... qhubeka ufunde »

Molefe

Umlando ngesibongo sakwaMolefe Abantu bakwaMolefe bangabeSuthu abangabaTlokwa.AbeSuthu bahlukaniswe izigatshana,kukhona abaKgatla,abaHurutsi,abaKwena,abaFokeng nabanye abaningi .Bonke abeSuthu baphuma kuBafokeng.AbaTlokwa baphuma kubaKgatla nabo abaKgatla bephuma kubaHurutsi,abaHurutsi bephuma kubaF... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoZangume  (Helichrysum acutatum)

Incazelo ngoZangume  (Helichrysum acutatum) Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgomaEnhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.Le nduku esesithombeni ibizwa ngok... qhubeka ufunde »

Mncwabe

Izithakazelo nomlando wakwaMncwabe Lo mlando ucashunwe encwadini ka Senzo Maswidi Mbatha esihloko sithi’Ziphuma eguleni.Abantu bakwaMncwabe sibathola endulo bezinze ngasoThukela endaweni eyaziwa ngokuthi kuseMpofana.BangaBambo Nguni ngokwezigaba zabaNguni, imvelaphi yabo ikubantu bakwaDlamini ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoNsukumbili  (Senecio gregatus)

Incazelo ngoNsukumbili  (Senecio gregatus) Nina bakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya,iSela lintongande lawoBaleka elithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeNgonyama,ngethemba basaphila.Sisaphila thina eMantungweni.L... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeShaqa

Incazelo ngeShaqa   Nina abakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni.UMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda.Inkosi yakithi kwaNkomonye leyo,inkosi uMalandela.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo,ngethemba basaphila abeSilo.Cha,thina sisaphila eMantungweni kungumhla weshumi kuM... qhubeka ufunde »

Shongwe

Izithakazelo nomlando wakwaShongwe Abantu bakwaShongwe bangabeNguni baseMbo ngokwezigaba zabaNguni.Imvelaphi yabo ixhumene neyakwaDlamini,Shabalala ,Kunene,Mavuso nezinye.Ngenkathi befika kuleli eliseAfrika eseMazansi bafika bazinsa lapho sekuyizwe laseSwazini khona.Babekade beqhamuka enhla nezwe nj... qhubeka ufunde »

Incazelo ngePhophoma  (Sacamone alpini)

Incazelo ngePhophoma  (Sacamone alpini) Nina bakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu.ISilo uDinuzulu leso.Ngethemba basaphila abeSilo.Le nduku eniyibonayo ibizwa ngokuthi y... qhubeka ufunde »

Incazelo ngePhuphuma (Ilexi mitis)

Incazelo ngePhuphuma(Ilexi mitis) Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.USela lintongande lawo Baleka elithabathe umshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Cha,thina sisaphila kwaSokhumalo.Nina beMbube eshoba liyisikithi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeDumbe likaNhloyile(uMphopho\Scadoxus paniceus)

Incazelo ngeDumbe likaNhloyile(uMphopho\Scadoxus paniceus) Nina abakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni,iNgondlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba.Inkosi uMalandela leyo iSilo sakithi oDwini!  Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!