Umlando ngesibongo sakwaNxumalo Abantu bakwaNxumalo bayingxenye yabakwaNdwandwe , bayindlu encane yakwaNdwandwe. Nabo bangabaMbo Nguni ngokwezigaba zabaNguni njengabo abakwaNdwandwe.Lendlu encane yakwaNdwandwe ingeyesende likaManukuza umfowabo kaMavuso kaLanga wokuqala owayebuye abizwe ngokuthi nguM... qhubeka ufunde »
IMbabazane(Tragia durbanesnsis) Nina bakaSimayedwa njengelanga lona limi lodwa eZulwini, uMdayi sabela kweliphesheya,uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade kuzo zonke izindawo lapho zinkanise khona.Lo muthi eniwubona esithombeni kut... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoVumakubangoma obomvu Nina aboVemvane lukaPhunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyaluthinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma.USingquma kakhulumi akanamlomo anjengoDlondwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqeda umuzi ngokunkenkeza.ISilo sakithi eMgu... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaNgema Lo mlando ucashunwe encwadini kaSenzo Mbatha ethi Izibongo zakwaZulu.Ukhiwe phezulu. Abantu bakwaNgema bangabaNguni abawuhlobo lwabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni.Laba bantu bakwaNgema babuye baziwe ngokuthi bangabaseMangadini.Kanti futhi laba bantu kusengaba... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMhlakuva(Ricinus communis) Nina abakaMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni.UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa imihlambi yezinyamazane!Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo,ngethemba basaphila abeZulu eliphe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeNgungumbane(Cape Porcupine) Nina abakaTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane.UKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawoNdlela ka Sompisi ngeyawoDambuza ka Ntombela.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Incazelo ngesilwane iNhloli(Hedgehog) Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyez’abasini bengoma.UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.INkomo eyakhal’eMthonjaneni izizwe zonke zayizw’ukulila.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwo wonke ama... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMoyawezwe(Gebera piloselloides) Nina bakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amagawu abebesi.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila,Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu eliphezulu.Cha,thina eM... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaDlomo Abantu bakwaDlomo bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni.Phela abaNguni bahlukaniswe izigaba ezinhlanu.Kukhona abaMbo Nguni,abaNtungwa Nguni,aMalala noma amaHlenga Nguni,amaDebe Nguni kanye nabaThonga Nguni.Bonke abaNguni baqhamuka enhla nezwe.Ngenkathi befika abakwaD... qhubeka ufunde »