Izithakazelo nomlamdo wakwaJiyane. Isizwe sakwaJiyane siphuma wesakwaMtshali. UJiyane okwawanjwa ngaye isizwe wayengowaseMantshalini. Kodwa wagcina ekhishiwe esizweni saseMantshalini ngesizathu sokuthi wayekhulelise enye yezintombi zaseMantshalini,wase exoshwa ekhaya,waqanjwa negama uJiyane ngoba ku... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMtshali: Ngesikhathi iSilo uShaka sihlanganisa izizwe isizwe sakwaMtshali sasibuswa inkosi uKhondlo. Isizwe sakwaMtshali sasakhe endaweni yaseNtabankulu. Esizweni sakwaMtshali kwabuye kwahlephuka esinye futhi isizwe nokuyisizwe esesisikhulu manje, leso sizwe ngesakwaJiyane... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMahaye Abantu bakwaMahaye bangabaNguni abawela esigabeni sabaNguni abangabaNtungwa Nguni ngokwezigama zabaNguni. Laba bantu bakwaMahaye baphuma kubantu bakwaZulu . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye nguye uMahaye uqobo lwakhe .UMahaye wayeyinkosana kaZulu futhi nguyena okwakufane... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMjoli Abantu bakwaMjoli kusengabantu baseMawusheni . Ukhokho walaba bantu nguLufulwenja wayengenye yamadodana enkosi uZulu kaMalandela. UZulu wayengumnawakhe kaQwabe bezalwa inkosi uMalandela kuNdlunkulu uNozinja . Laba bantu bakwaMjoli baxhumene kakhulu nabakwaZulu ... qhubeka ufunde »
zithakazelo nomlando wakwaMnqayi : Abantu bakwaMnqayi bangabaNguni bohlobo olubizwa ngokuthi ‘aMalala Nguni’ , baphuma kubantu bakwaHadebe . AbakwaHadede bona bangabaNguni abangabaMboNguni, abakwaMnqayi bona bagcina sebengaMalala ngesizathu sokuthi bagcina bezimbandakanye nesizwe saBathe... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaJele Abantu bakwaJele bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni . Ngenkathi iSilo u-Shaka sihlanganisa izizwe umuntu owabe egqame kakhulu kwaJele nguZwangendaba kaJele , u-Jele nguyena okwaqanjwa ngaye isizwe . U-Zwangendaba wabe engomunye wezinduna zenkosi u-Zwide kaL... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaShongwe Abantu bakwaShongwe bangabeNguni baseMbo ngokwezigaba zabaNguni . Imvelaphi yabo ixhumene neyakwaDlamini, Shabalala , Kunene , Mavuso nezinye . Ngenkathi befika kuleli eliseAfrika eseMazansi bafika bazinsa lapho sekuyizwe laseSwazini khona. Babekade beqhamuka enhla... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaSigabade #Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo Abantu bakwaSigabade baphuma kuSigabade kaSimyenga wakwaMhlanga. BangabeNguni abangaBaMbo Nguni. AbakwaMhlanga nabo babekade bezinze lapho sekwaZulu khona namuhla. Namuhla laba bantu bakwaSigabade batholakala ezweni laseZim... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaQwabe Abantu bakwaQwabe bangabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Sizokhumbula ukuthi abaNguni bahlukaniswe izigaba ezinhlanu,kukhona abaNtungwa Nguni, abaNguni baseMbo, aMalala Nguni (ababuye babizwe ngabaNhlenga Nguni), abaDebe Nguni ,bese kuba khona nabaThonga Ngun... qhubeka ufunde »