Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Uhla lwamabutho abesifazane

UHLA LWAMABUTHO ABESIFAZANE: Endulo izintombi nazo zazibuthwa , zibuthelwe ebuthweni thizeni, ziphuma izimpi futhi zifike zihlabane kakhulu ,zethweswe iminyezane njengezinsizwa. Ake sibheke AMABUTHO ABESIFAZANE abuthwa ngamakhosi asendulo #Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo! ÀMABUTHO ENKOSI UDINGISWAYO KA JOBE MTHETHWA. -ISIFAZANE , induna yalo kwakunguNohaya ka Ngabha wakwaMwandla. -INTSHUKU KA MADANGO , Ibutho le Ntshuku ka Madango kwahambe kwahamba lagcina selingelakwaZulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uShaka, yilona elagana uMbelebelebe owabe ubuye waziwe ngaMawombe,okwakukhona kuwo aBa... qhubeka ufunde »

Fakude

Umlando ngesibongo sakwaFakude (Fakudze): -Kuloba uErnest Lulama Nxasana. Umlando womlomo usitshela ukuthi isibongo sakwaFakudze savela ngesenzo sendoda eyayihlala ezintabeni zaseSwazini. Kuthiwa ngesikhathi inkosi uSobhuza wokuqala efika ezweni laseSwazini wathola indoda eyayihlala ezintabeni ezazi... qhubeka ufunde »

Dithoko tsa Bafula

read more

Umlando ngomPhrofethi Mudliwamafa Shembe

Umlando ngoPhrofethi uShembe Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo. Abantu bakwaShembe ngabaNtungwa bakwaDonsa. Endulo sibathola bakhe ngasezintabeni zakwaCeza, umuntu owayedume kakhulu ngaleso sikhathi nguMzazela ka Sokhabuzela ka Nyathikazi. UMzazela waphila iLembe (iSilo uShaka) lingazihlanginisi... qhubeka ufunde »

Izibongo zenkosi uZihlandlo ka Gcwabe Mkhize

Izibongo zenkosi uZihlandlo ka Gcwabe Mkhize. ISibhene sikaNdaba! Esimnhlan’unezindlela Inkomo ka Somncinci ! Ezitho zinhlanu, Isigubudo wakithi saseSijibeni EsiMntwanga lonzima Ongasaziyo angasibalekela Thina Mngenela some, Thina Sijiba singahleka silale phansi, Sithi: ‘Bawuboneni umond... qhubeka ufunde »

Umfulakazi uZambezi

read more

Umlando ngoNdunankulu uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi

Umlando ngenkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi. Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo Inkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi yabe inguNdunankulu kaZulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uCetshwayo, yayibuye ibuse nesizwe samaShenge eMahlabathini. Yayizalwa yinkosi uNgqengelele ka Mvulana  eyabe ... qhubeka ufunde »

Uhla lwamabutho eziNgonyama zakwaZulu

  Uhla lwamabutho eziNgonyama zakwaZulu: Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo. Nina beMbube nantu uhla lwamabutho abuthwa iziNgonyama ,zakwaZulu. Kukhona amagama amabutho ayelokhu ephindaphindeka . Isibonelo uDlambedlu. Lelo yibutho elabuthwa yiSilo uDingane ngo 1828, kanti neSilo uMpande sabu... qhubeka ufunde »

Umlando ngoNdunankulu uMasiphula kaMamba Ntshangase

Umlando ngoMasiphula ka Mamba Ntshangase UMasiphula ka Mamba wakwaNtshangase wayeyiqhawe leziNgonyama oDingane noMpande. Wabuthwa yiSilo uDingane simbuthela ebuthweni loMkhulutshane okuyibutho okwakukhona kulo inkosi uSigananda ka Zokufa Shezi nenkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi. Ngesikhathi ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!