Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeNgcotho(INcotho\iNcotha\Boophone disticha)

Incazelo ngeNgcotho(INcotho\iNcotha\Boophone disticha) Nina bakaBhusha ka Nayifi leNduku eniyibona esithombeni ibizwa ngokuthi yiNgcotha ngesiZulu,noma iNcotho,noma iNcotha.Intelezi enhle kakhulu lena,eletha eningi inhlanhla nxa itshalwe ekhaya.Ivimbela abathakathi nemimoya emibi ukuba kungangeni ekhaya.Iyangena ezintelezi zokuchela ekhaya.Ibuye ibe wumuthi wamanxeba,umqotho wayo uvuvuzelwa enxebeni elophayo noma esilondeni esibhibhayo sivele some nkwe isilonda.Lo mqotho muhle nasemathumbeni.Le ntelezi ibuye ibe yisithobo sezenyelo.Kuningi ekwenzayo iyangena eNdukwini yaMafufunyana phecelezi i... qhubeka ufunde »

Hadebe

Umlando ngesibongo sakwaHadebe Umlando wesizwe samaHlubi, okwavela kuso abakwaHadebe sidabuka emhlangeni echibini elikhulu kwaNdondondo,eCongo. Kuthiwa abantu babelokhu bezwa abantu bekhuluma kuloleli chibi elalesatshwa khona emhlangeni.Kuthiwa babekhuluma sengathi beza nganeno.Kwathi lapho bephuma ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoDumbasibumbu(Lithop plants)

Incazelo ngoDumbasibumbu(Lithop plants) Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade.Ngethemba basaphila abeSilo.Esithombeni nina beSilo wumuthi omkhulu wamasoka akhohlakele,ubizwa ngokuthi,uDumbasibumbu,noma uDumba ka Sibumbu.NgesiLungu kuthiwa iLithop Plants,noma Lithop stones.Lo muthi amasok... qhubeka ufunde »

Masinga

Umlando ngesibongo sakwaMasinga Abantu bakwaMasinga baphuma kubantu baseLangeni,abantu bakwaMhlongo.Abantu bakwaMhlongo bona baphuma kundlunkulu yaseSwazini ebizwa ngokuthi ngaMalangeni(Dlamini Mlangeni),ingakho bebizwa ngokuthi ‘abaseLangeni’,lokho kuchaza ukuthi bangabaMbo Nguni ngokwe... qhubeka ufunde »

Uhla lwezibongo ezaqambeka ngamagama abantu

Mthethwa UMthethwa kwakuyindodana ka Nyambose kaKhubazi . UMthethwa wayebuye abizwe ngoMbekane .Yena wazala uNdunakazi owayebuye aziwe ngelikaNdlovu kepha ongeyena oKhokho wabakwaNdlovu . UNdunakazi wazala uMadango owazala uXaba owazala uKhayi owazala uJobe owazala uDingiswayo nokungenye yezinsizwa ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNyathelo(Platycapha glomerata

Incazelo ngeNyathelo(Platycapha glomerata Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini,iSela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni{kwabaMhlophe, oPritorious}.Le Nduku eniyibonayo ibizwa ngokuthi yiNyathelo,akuyona ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMboziso(Fennel plant)

Incazelo ngeMboziso(Fennel plant) Lo mbhemu osesithombeni kuthiwa iMboziso ngesiZulu.Intelezi enkulu lena.Ingena ezintelezini zokuchela ekhaya,ezokugeza ,kanye nezinye.Le ntelezi inamakha amnandi,anuka kahle uma uyihogela.Njengoba ibizwa ngeMboziso nje umsebenzi wayo omkhulu wukubolisa  Ibolisa nam... qhubeka ufunde »

Sithole

Umlando ngesibongo sakwaSithole Isibongo sakwaSithole sasingekho ekuqaleni.Lapha kwaSithole endaweni yaseQhudeni entatshaneni iMbilana kade kubonaka ibhungu elide liphuma emgedeni osabekayo okulentatshana iMbilana.Izibongo ezazigqamile kulendawo ngalesosikhathi esakwaMbeje nesakwaMbatha. Abantu baku... qhubeka ufunde »

Hlongwa

Umlando ngesibongo sakwaHlongwa Isibongo sakwaHlongwa sengesinye sezibongo ezinkulu kwelikaMthaniya.Kulesi sibongo kuphuma ezinye izibongo ezifana nesibongo sakwaKhawula,esakwaJeza,esakwaKhuluse , esakwaShozi , esakwaMaluleka  esakwaLange nezinye izibongo.Abantu bakwaHlongwa emandulo  babakhe eMzu... qhubeka ufunde »

Umlando ngamadodana kaVico oMande noMagaye Cele

Umlando ngoMande noMagaye Cele Abantu bakwaCele baphuma kubantu bakwaMthethwa , uCele ozala abantu bakwaCele wayengowakhona kwaMthethwa . Ngesikhathi sokubusa kwenkosi uDingiswayo ka Jobe kwaMthethwa , abantu bakwaCele babebuswa yinkosi uDubandlela ka Mkhokheli . Inkosi uDubandlela yayinomuzi lapho ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!