Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Miya

Ukulandelana kwamakhosi akwaMiya UMtiti wokuqala UMiya UNcwabe UNdlangathi UNzaba UMasango UNgubonhle UMtiti wesibili UDlamini UThenya UTshanibuhle UNjokweni UMhlanushile UXuza ( wabusa ngesikhathi seNgonyama uShaka) Umlando ngesibongo sakwaMiya Isibongo sakwaMiya savela ngoMiya kaMtiti wokuqala (Mzizi).Laba bantu bakwaMiya babuye baziwe ngokuthi bangabantu baseMazizini noma bangaMazizi.Lokho-ke kususelwa egameni likayise kaMiya,uMzizi owayebizwa ngokuthi uMtiti ngesiSwati.Lesi sizwe saseMazizini sithe chithi saka cishe iMazansi iAfrika yonke,siyathilakala kwelikaMthaniya,eSwazini,eMabhaceni,k... qhubeka ufunde »

Mathenjwa

Umlando ngesibongo sakwaMathenjwa Abantu bakwaMathenjwa njengamanje batholakala laphaya ezintabeni zaseNgwavuma,indawo yabo yaziwa ngokuthi kuseManyiseni. Empeleni abantu bakwaMathenjwa basemngceleni waseSwazini neMozampiki kanye nelakwaZulu. Uma ufika endaweni ebizwa ngeminye imizi yakwaMathenjwa o... qhubeka ufunde »

Nsele

Umlando ngesibongo sakwaNsele Abantu bakwaNsele bangaBambo Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Laba bantu bakwaNsele babuye baziwe ngokuthi bangabaseMangweni, basekanye nabantu bakwaZwane,abakwaHudla, abakwaCebekhulu , abakwaNdiweni kanye nabanye.UNsele okwaqanjwa ngaye isibongo nguNsele wesibili indodana... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!