Nina abakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi eMaphethelweni , ngeyawo Ndlela ka Sompisi , ngeyawo Dambuza ka Ntombela! Ungabafunyanisa behlaz’endlini, uwufake entombini uwufake ensizweni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Enhla nasezans... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMklele (Ehretia rigida) Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba.UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni.Inkosi uMalandela leyo! Enhla nasezansi ngiyibingelele iNgabade.Le Nduku eniyibonayo kuthiwa uMklele igama layo, kwezinye izindawo i... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo esiMaduna sakokaTshana esikhangele abantu baduka noLwandle! Nanamuhla lokhu basadukile! UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! #ISilo uCetshwayo ka Mpande leso , iMbube eshoba liyisilikithi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , nge... qhubeka ufunde »
Nina aboGasane lukaNdaba olugasele uPhungashe wakwaButhelezi lwagasela uSondaba woMthanda ehlezi eBandla! UNgelengele akalingani nantaba ,ngoba umkhulu kakhulu , ungangezwelakhe, ungangoMpehlela noMaqhwakazi! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila a... qhubeka ufunde »
Nina abakaSimayedwa onjengeLanga lona limi lodwa eZulwini! ISikhukhulane sika Ndaba esikhukhule oMame sabatshatha saye sayobalahla ezinkwazini zoThukela! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihl... qhubeka ufunde »
Nina abeNdlovu yakoDelwase abayihlabe ngeNjongolo bayibangela amanxeba okuluphala! USongobese wamakhanda inkomo yanganene , izothengana nayiphi na eNenekazi? Izothengana noMbangambi woVuma eMashobeni! #ISilo saBathethwa leso iSilo uDingiswayo ka Jobe iMpunzi evuke nimkhonto. Enhla nasezansi ngiyayib... qhubeka ufunde »