Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mkhulise

Umlando ngesibongo sakwaMkhulise Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo(Bongani Kholo Khumalo) Abantu bakwaMkhulise baphuma kuBaThembu bakwaMvelase , ababeholwa yinkosi uNgoza ka Mkhubukeli ngesikhathi seSilo uShaka. AbakwaMvelase bayindlu encane yaBaThembu, indlu enkulu yilena ezibiza ngokuthi ingeyakwaMthembu. Ngenkathi inkosi uNgoza ibalekela ulaka lweSilo uShaka ishona ngaseNingizimu kwelaMampondo inkosi uNgoza yake yathi ukuzinza ngaseMzimkhulu. Inkosi uNgoza nabalandeli bayo yayikade isuka ngasentabeni iQhudeni eNkandla. Yahlaselwa yiSilo uShaka , yabaleka yabheka eNingizimu yezwe, yankan... qhubeka ufunde »

Mdunge

*Umlando ngesibongo sakwaMdunge* -Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo(Bongani Kholo Khumalo) Abantu bakwaMdunge baphuma kuMdunge owabe engenye yamadodana enkosi uMnguni ka Ntu. UMnguni ka Ntu nguyena odabula wonke amaNguni.Naso isizwe samaDunge sehla ngesilulu sisuka lena enhla nezwekazi lase-Afri... qhubeka ufunde »

Ogle (Thoyane)

Umlando ngesibongo sakwaOgle(Thoyane) Kuloba iNtungwa Lasenhla kwaSokhumalo( Kholo Khumalo) Abantu bakwaOgle ababuye baziwe ngokuthi bangabakwaThoyane baphuma kuHenry Ogle,laba bantu bangaMakhaladi. UHenry wayebuye aziwe ngelikaWohlo,kususelwa ekwehlulekeni kwamaZulu ukubiza isibongo sakhe.UWohlo wa... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!