Indabuko Yakho

 


Seteka

Umlando ngesibongo sakwaSeteka Nina beSilo ezweni laseLesotho kukhona abantu besibongo sakwaSeteka.Labo bantu kahle-hle bangabakwaMaseko.USeteka lona okwaqanjwa ngaye isibongo igama lakhe langempela nguSidinga indodana yenkosi uMgazi ka Khabangobe Maseko.Inkosi uMgazi yayiganwe uMntanenkosi uLambomb... qhubeka ufunde »


Khulu

Umlando ngesibongo sakwaKhulu Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma!Ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni nguBaba uMoran Sa... qhubeka ufunde »

Izithakazelo zakwaSibanyoni

Izithakazelo zakwaSibanyoni  Sibanyoni, Malambule, Matsetsa, Mhlumayo, Khozakhulu, Wena Dada lelabhula emanti ngemaphiko, Siba lolubovu, Lenyoni lene... qhubeka ufunde »

Izithakazelo zakwaNala

Izithakazelo zakwa-Nala Nala, wena wakoGwija Mhlophe Nongalo, Zagqika, Thole elihle elimhlophe, Nobhadeka ngomlenzan’ eziko, Hamashe!  

Izithakazelo zakwaDlamini-Nkhosi

Izithakazelo zakwaDlamini-Nkhosi Nkhosi! Dlamini !  Wena weKunene Wena weluHlanga lwakwaNgwane Wena omuhle kakhulu Sidlubuladlwedlwe sakaLobamba lesi... qhubeka ufunde »

Izithakazelo zakwaMalunga

Izithakazelo zakwaMalunga Malunga, Thulisa, Mntungwa, Ngengelezi, Ngqondo ka Zishawushawu. ABawelase,abawele ngezindlela ezimpambosi bewela ngeSilulu!... qhubeka ufunde »

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala!UGawu bazaw... qhubeka ufunde »

AbakwaGama eMalawi,Zambia,Zimbabwe naseTanzania

AbakwaGama eMalawi,Zambia,Zimbabwe naseTanzania Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama,yiwona onguBaba,yiwona oyongilamulela!UK... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMussa Bin Bique owaqanjwa ngaye iMozambique

Umlando ngoMussa Bin Bique owaqanjwa ngaye iMozambique Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Ngethemba nisaphila nina beS... qhubeka ufunde »

Siwela

Umlando ngesibongo sakwaSiwela Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani?USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMthunyelelwa  ( Pleurostylia capensis)

Incazelo ngoMthunyelelwa  ( Pleurostylia capensis) Nina abakaCala lathethwa ngomkhonto kubo kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana.USomkh... qhubeka ufunde »



Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

 

error: Akuvumelekile lokho !!