Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeMpepho(Helichrysum odoratissimum\Kooigoed kruie)

Incazelo ngeMpepho(Helichrysum odoratissimum\Kooigoed kruie) Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana.UZulu laduma obala lapho lungemunga kungeMtholo.IMbube eshoba liyisilikithi.ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade,ngethemba isaphila. IMpepho Lona wumuthi  wokuxhumanisa abantu abaphila emhlabeni,kanye neZidalwa zakubo.Ubaxhumanisa ngokuthi ushiswe eMsamo,bese uSokhaya noma iNkosana ikhulume neZidalwa isho konke esuke ifisa ukukusho.Kulo muthi kuye kushiswe amakhasi,noma izinduku. I... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoNkungwini(Plectranthus grallatus)

Incazelo ngoNkungwini(Plectranthus grallatus) Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.ILembe lelo!Enhla nasezansi ngiyazibingelela iziNgabade ngethemba basaphila abe... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNtuma (Solanum marginatum)

Incazelo ngeNtuma  (Solanum marginatum) Nina baka Singquma khuluma bakuz’umoya,abasezitheni nabasemakhaya.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Lo muthi osesithombeni kuthiwa yi-Ntuma ngesiZulu.Zimbili izinhlobo zeNtuma,kukhona encane,kukhona nenkulu.Iyefana imisebenzi eyenziwa yiNtuma encane ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoQadolo(uCadolo\Blackjack\Bidens Pilosa\uMhlabangulo\AMalenjana\uCucuza)

Incazelo ngoQadolo(uCadolo\Blackjack\Bidens Pilosa\uMhlabangulo\AMalenjana\uCucuza) Nina bakaMakhalimakhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba basaphila abakaBhush... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeGobandlovu(Balanites maughammi)

Incazelo ngeGobandlovu(Balanites maughammi) Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane,iHwanqa eladla amanye amaHwanqa ngoba ladl’uPiti kwabaseMgungundlovu.UVezi wakithi eMgungundlovu.Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla ziyisiShiya galo mbili kuMb... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNtindili(Sea bean)

Incazelo ngeNtindili(Sea bean) Nina abakaThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi.IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumbeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde,kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela.ISilo uCetshwayo leso.Ngethemba basaphila abeSilo. INtindili Leli tshe... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNkalimasane(uMakhanda ka Ntuli, Euphorbia fianaganii)

Incazelo ngeNkalimasane(uMakhanda ka Ntuli, Euphorbia fianaganii) Bakwethu lo muthi eniwubona kulesi sithombe ubizwa ngokuthi yiNkalimasane,noma uMakhanda ka Ntuli.NgoLimi lwesiXhosa ubizwa ngokuthi yiNtsema.Lo muthi uwuhlobo lwemithi ebizwa ngokuthi yiziNhlenhle okuyimithi ebandakanya uZililo,uMakh... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNhlwathi(Python\iNhlathu)

Incazelo ngeNhlwathi(Python\iNhlathu) Nina baka Menzi kabongwa ngaBalandakazi,ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini.USingqila nganhloko kuzond’intamo.Ngiyababingelela bonke abeSilo enhla nasezansi.Ngethemba isaphila.Sisaphila thina kwaSokhumalo. INhlwathi INhlwathi yinyoka enkulu ehlobe ngamabala,eziphi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMpila(Amafuth’omhlaba\Callilepis laureola)

Incazelo ngeMpila(Amafuth’omhlaba\Callilepis laureola) Nina baka Zitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo,uSomkhanda wakithi eMkhontweni okhand’abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhex’imilomo!Enhla nasezansi ngiyababingelela bonke abeSilo,ngethemba basaphila abeZulu eliphez... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoGobho(Wild Rhuharb  \Gunnera perpensa\Ipuzi lo mlambo)

Incazelo ngoGobho(Wild Rhuharb\Gunnera perpensa\Ipuzi lo mlambo) Nina beSilo sakithi oSuthu uSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abazindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.Enhla nasezansi ngiyazubingelela zonke  iziNgabade,ngethemba ukuthi basaphila abeNgonyama.Cha,thina sisaphila eMantu... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!