Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UGawu bawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! INkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo uShaka leso , iSilo sakithi KwaDukuza ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNga... qhubeka ufunde »
Nina abeNkwazi ka Ndaba emaphiko amhlophe ! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! #ISilo uMdlokombane leso, Â iSilo sakithi eNaleni. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila bonke abeZulu eliphezulu. Cha, thina s... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDalondlwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqed’umuzi ngokunkenkeza! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! #ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyayibinge... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. C... qhubeka ufunde »