Umlando ngoNqoboka Sokhulu Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo: UNqoboka ka Langa wakwaSokhulu, wayengenye yezinsizwa ezasisondelene kakhulu neSilo uShaka,iLembe. Nguyena owayebusa abantu bakwaSokhulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uShaka. Abantu bakwaSokhulu sibathola namuhla bakhe endaweni ebizwa ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNgongoma. Abantu bakwaNgongoma bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni, basekanye nabantu bakwaNgcobo, abakwaNgidi, abakwaShangase , abakwaHlabisa , abakwaNzama, abakwaChamane kanye nabanye. Zonke lezi zibongo ziphuma kuVumizitha ,owayephila eminyakeni eminingi kakhulu eyadl... qhubeka ufunde »
Umlando ngoSoshangane Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo: USoshangane ka Zikode wakwaNxumalo, wayengenye yezinsizwa ezazakhela igama ngesikhathi soMfecane-okuyizimpi ezadlanga kakhulu ngeminyaka yama-1800. Abantu bakwaNxumalo bayikhohlo lakwaNdwandwe , endulo sibathola bakhe ngaseTshaneni, enya... qhubeka ufunde »