Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Cebekhulu

Umlando ngesibongo sakwaCebekhulu Abantu bakwaCebekhulu bangaMangwe, bakanye nabantu bakwaZwane , abakwaHludla, abakwaNdiweni, abakwaNsele kanye nabanye. Akucaci kahle ukuthi lesi sibongo sakwaCebekhulu saqambeka kanjani, kuningi nje okushiwo ngoSomlando mayelana nokuqambeka kwalesi sibongo sakwaCebekhulu.  Kuthiwa baphuma endlini ka Linda ka Mafu ka Nsele wesibili ka Zikode . Lendlu kaLinda okungeyakwaCebekhulu, endulo siyithola yakhe eNhlazatshe.   Umuntu ogqama kakhulu kulesi sibongo sakwaCebekhulu nguMzimba ka Gobho . Kuthiwa wayeyiqhawe elabe linesibindi esimangalisayo. Ngenkathi impi ... qhubeka ufunde »

Uhla lwamabutho abesifazane

UHLA LWAMABUTHO ABESIFAZANE: Endulo izintombi nazo zazibuthwa , zibuthelwe ebuthweni thizeni, ziphuma izimpi futhi zifike zihlabane kakhulu ,zethweswe iminyezane njengezinsizwa. Ake sibheke AMABUTHO ABESIFAZANE abuthwa ngamakhosi asendulo #Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo! ÀMABUTHO ENKOSI UDIN... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!