Nina beSilo sakithi oSuthu uSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! #ISilo uDinuzulu leso iSilo sakithi oSuthu.Ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo ake sibheke umlando weQhawe lakwaMkhwanazi uPhalane ka Mdinwa . UPhalane ka Mdinwa: UPhalane ka M... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini abengoma! UTeku lwabafazi bakwaNomgabhi betekula behlezi eMlovini bethi uShaka akayikubusa akayikuba nkosi! #ISilo uShaka leso ! ISilo sakithi KwaDukuza! Nina beSilo ake sibheke izibongo zeS... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo Nina abeLanga eliphandle elinye ngemisebe ngoba liphandle elaseMthandeni . UGasane luka Ndaba olugasele uPhungashe wakwaButhelezi , lwagasela uSondaba woMthanda ehlez’eBandla.ISilo uShaka leso .ISilo sakithi KwaDukuza .Enhla nasezansi ngethemba basaphila ... qhubeka ufunde »
ISilo sakwaDukuza, uShaka ka Senzangakhona Nina beSilo ake sibheke ukwelamana kweZilo zakwaZulu. Lo Mdwebo eniwubonayo ngoweSilo uShaka ka Senzangakhona. ISilo uShaka yisona esakha uZulu , kuthiwa sawakha kusukela ngowe 1816Â kuya ku1828. ISilo uShaka sahlala eSihlalweni soBukhosi ngo1816 ngemuva k... qhubeka ufunde »
Ke Mokwena Moila Lehlaka Moroka a Meetse a Pula. Ke motho wa Sehlaga sa Mamashiane Sehlaga se agelwa Kwena. Ke motho wa go itukisetsa go Hlaba Wa Marapo a bo Mmashiko. Ke motho wa go aga Ntlo ka Bodutu. Ke motho wa bo Mamphe ke go fe, wa bo Mantime ke go time. Ke Kwena ke yo Mosehla ka Mmala ... qhubeka ufunde »
Nina abeNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kumaHashanga #ISilo uDingane leso ! iSilo sakithi eMgungundlovu. Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade. Ake ngiphose itshana elingatheni eSivivaneni ngoMntwana uMbixambixa ka Mpande . UMntwana uMbixambixa wayebuthelwe eButhweni loMkhandandlovu ... qhubeka ufunde »
Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kwephesheya , uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade . Thina sisabanyayisa abasizondayo. *Nina beSilo ake ... qhubeka ufunde »
Nina abakaMsimude wakithi eMlambongwenya uMsimude owavela ngeSiluba phakathi kwamaNgisi namaQadase! UNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina... qhubeka ufunde »
Nina abakaHlabahlungu bazashumayezana abesezitheni nabasemakhaya! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Nina beSilo ake sibheke umlando weSilo sakwaDukuza , iSilo uShaka ka Sen... qhubeka ufunde »